ukhozi fm
Ukhozi Breakfast
Vee Mthembu and Mroza
Koniecznie odwiedź stronę podcastu i wesprzyj twórcę: www.ukhozifm.co.za
Gdzie słuchać?
Podcasty w aplikacji Replaio Radio Już wkrótcePodcasty trafią do aplikacji już wkrótce. Zainstaluj teraz i jako pierwszy zobacz nowe podejście do podcastów
Odcinki
#UkhozifmVabs :Ulwazi lokuzenzela imali njengomuntu Wesifazane 28.08.2024 9:49
#UkhozifmVabs :Ulwazi lokuzenzela imali njengomuntu Wesifazane
#UkhozifmVabs :Sikhuluma no Ntombenhle Mkhize ongomunye wamalungu afakele i-MK Party isimangalo eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape, lapho belwela khona ukuba le nkantolo ibuyekeze isinqumo sokubakhipha ephalamende. U- Ntombenhle ukhala ngokuthi leliqembu l 28.08.2024 15:57
Sikhuluma no Ntombenhle Mkhize ongomunye wamalungu afakele i-MK Party isimangalo eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape, lapho belwela khona ukuba le nkantolo ibuyekeze isinqumo sokubakhipha ephalamende. U- Ntombenhle ukhala ngokuthi leliqembu lamxosha ephalamende emva kokuthi esesule nase msebenzini wobuthishela. Asixoxe no-Ntombenhle sizobuye sikhulume no Sihle Ngubane ongusotshwebhu we MK Party ePha...
#Ukhozifmvabs:Sikhuluma no Thandi Maruping osebenza emayini yase Stillwater Platinum Mine e-North West. U-Maruping uyingxenye yeqembu lokuqala labesifazane abamukelwa kulemayini ukuyosebenza phansi emgodini kanti usesebenze kulendima iminyaka engu 18. 22.08.2024 10:13
#Ukhozifmvabs:Sikhuluma no Thandi Maruping osebenza emayini yase Stillwater Platinum Mine e-North West. U-Maruping uyingxenye yeqembu lokuqala labesifazane abamukelwa kulemayini ukuyosebenza phansi emgodini kanti usesebenze kulendima iminyaka engu 18.
#UkhozifmVabs:Njengomsebenzi wasemakhishini uhola malini kanti zinjani izimo osebenza ngaphansi kwazo? 22.08.2024 8:37
#UkhozifmVabs:Njengomsebenzi wasemakhishini uhola malini kanti zinjani izimo osebenza ngaphansi kwazo?
#Vuka uqonde kabanzi ngezobuchepheshe :Vuka Uqonde Kabanzi Ngezobuchwepheshe [DURBAN STUDIO]: Sihalalisela u-Pindile Filtane oseqokwe nabanye besifazane abahlanu abazomela iNingizimu Afrika ohlelweni olubizwa nge Tech Women oluzobe luse Melika ngenyanga e 21.08.2024 11:23
#Vuka uqonde kabanzi ngezobuchepheshe :Vuka Uqonde Kabanzi Ngezobuchwepheshe [DURBAN STUDIO]: Sihalalisela u-Pindile Filtane oseqokwe nabanye besifazane abahlanu abazomela iNingizimu Afrika ohlelweni olubizwa nge Tech Women oluzobe luse Melika ngenyanga ezayo. U-Pindile unenkampani ebizwa ngokuthi i-Mbasane Women in IT ethuthukisa abesifazane kulendima
#Vuka uqondekabanzingezomotho no Gugulethu Xaba Ukusungulwa kwe India South Africa Chamber of Commerce kanye neqhaza elizoyibamba kumnotho wakuleli 21.08.2024 9:29
#Vuka uqondekabanzingezomotho no Gugulethu Xaba Ukusungulwa kwe India South Africa Chamber of Commerce kanye neqhaza elizoyibamba kumnotho wakuleli
#Ezwenisakhile :Umndeni wakwa Simelane o-Phongolo ucela ukufuniswa indodakazi yabo u- Zanele Simelane owaduka ngo February 2022 emva kokuvakashela isoka lakhe uMnuz Thokozani Malinga. Sikhuluma no Mnuz Jaconia Simelane ongubaba omkhulu ka Zanele kanye no 20.08.2024 19:34
#EzweniUmndeni wakwa Simelane o-Phongolo ucela ukufuniswa indodakazi yabo u- Zanele Simelane owaduka ngo February 2022 emva kokuvakashela isoka lakhe uMnuz Thokozani Malinga. Sikhuluma no Mnuz Jaconia Simelane ongubaba omkhulu ka Zanele kanye no Thokozani Malinga.
#Vukaqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu: Namhlanje sikhuluma ngezinhlobo ezimbili zomoya ezahlukene ngendlela ezivunguza ngayo (Anabatic and Katabatic winds) 19.08.2024 7:56
#Vukaqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Topic: Namhlanje sikhuluma ngezinhlobo ezimbili zomoya ezahlukene ngendlela ezivunguza ngayo (Anabatic and Katabatic winds)
#UkhozifmVabs :Interview: Umelaphi wendabuko ozinze e-Mthatha e-Eastern Cape owayeboshelwe ukuba kuleli ngokungemthetho usenqobe icala abelifake abomnyango wezasekhaya nalapho inkantolo imvunile yahlawulisa umnyango isamba semali esingadalulwanga. Sikhulu 19.08.2024 12:13
#UkhozifmVabs :Interview: Umelaphi wendabuko ozinze e-Mthatha e-Eastern Cape owayeboshelwe ukuba kuleli ngokungemthetho usenqobe icala abelifake abomnyango wezasekhaya nalapho inkantolo imvunile yahlawulisa umnyango isamba semali esingadalulwanga. Sikhuluma kabanzi ngalelicala no Sphamandla Mthethwa, ongumqondisi e-Sphamandla Mthethwa Attorneys
#Ukhozifmvabs:Carlo Radebe owayengumlingisi kwi Backstage kanye ne Generations usecele abalandeli bakhe ukuthi balule isandla ekumsizeni njengoba ezithola esimweni sokungasebenzi. Lomlingisi ungene ezinkundleni zokuxhumana watshela abalandeli ngobunzima a 16.08.2024 13:51
#Ukhozifmvabs:Carlo Radebe owayengumlingisi kwi Backstage kanye ne Generations usecele abalandeli bakhe ukuthi balule isandla ekumsizeni njengoba ezithola esimweni sokungasebenzi. Lomlingisi ungene ezinkundleni zokuxhumana watshela abalandeli ngobunzima azithola kubo.
#Ukhozifmvabs :Ngabe usuke wabhekana nesimo sombango wekhaya lapho nakhuliswa khona? Nagcina nisitholile isixazululo futhi seku ubani ohlala khona? :Thulani Nkosi, Senior Attorney at SERI (Socio-Economic Rights Institute of South Africa) 15.08.2024 10:17
Ngabe usuke wabhekana nesimo sombango wekhaya lapho nakhuliswa khona? Nagcina nisitholile isixazululo futhi seku ubani ohlala khona? :Thulani Nkosi, Senior Attorney at SERI (Socio-Economic Rights Institute of South Africa)
#Vuka uqondekabanzi ngezezimali no Sfiso Nala :Yiziphi izinto umunt angazenza ukukhulisa ingeniso noma ihholo lakhe? 14.08.2024 10:29
#Vuka uqondekabanzi ngezezimali no Sfiso Nala :Yiziphi izinto umunt angazenza ukukhulisa ingeniso noma ihholo lakhe?
Replaio nie jest wydawcą podcastów; nazwy audycji, okładki i audio należą do ich autorów i są rozpowszechniane przez publiczne kanały RSS