ukhozi fm
Izingxoxo Zenkolo
It is a show which dicusses different Religions
Koniecznie odwiedź stronę podcastu i wesprzyj twórcę: www.ukhozifm.co.za
Gdzie słuchać?
Podcasty w aplikacji Replaio Radio Już wkrótcePodcasty trafią do aplikacji już wkrótce. Zainstaluj teraz i jako pierwszy zobacz nowe podejście do podcastów
Odcinki
Izingxoxo zenkolo no Lucky Nkosi - Mfundisi Mtshali, lithini ibhayibheli ngokuzibulala (10 July) 12.07.2022 43:18
besikhuluma no-Mfundisi u-Mtshali lapho sithinta khona izingxoxo zezenkolo, ubekhuluma ngezigqinamba ezivamise ukukhungatha amadoda aze agcine secabanga ukuzibulala, nanokuthi lithini ibhayibheli ngokuzibulala.
Izingxoxo Zenkolo no Lucky Nkosi - Dokotela Mnyadi (29 May 2022) 30.05.2022 50:09
Besikhuluma no-Dokotela Mnyadi lapho sithinta khona izingxoxo zezenkolo, uDokotela bephendula imibuzo yabalaleli ngezinto ezithinta inkolo yesintu.
Izingxoxo Zenkolo no Lucky Nkosi - Dokotela Mnyadi (22 May 2022) 24.05.2022 53:11
Besikhuluma no-Dokotela Mnyadi lapho sithinta khona izingxoxo zezenkolo, besibuka inkolo yesintu ithini uma umuntu ehambile emhlabeni, kuze kufike la efihlwa khona, nemisebenzi eyenziwa emva kokuthi esethuniwe.
Izingxoxo zezenkolo no-Lucky Nkosi - Mfundisi Hawu Mbatha (24 APRIL 2022) 26.04.2022 46:56
besikhuluma no-Mfundisi Hawu Mbatha lapho sithinta khona izingxoxo zezenkolo, lapha ubekhuluma ngesiphambano.
Izingxoxo Zenkolo No-Lucky Nkosi - Rev Hawu Mbatha (10 APRIL 2022) 12.04.2022 34:15
Besino Rev Hawu Mbatha ekhuluma ngokungena kukaJesu eJerusalema.
Izingxoxo zezenkol no-Lucky Nkosi - Rev Nala (03 April 2022) 08.04.2022 43:48
besikhuluma no-Rev Nala lapho sithinta khona izingxoxo zezenkolo, lapha ubekhuluma ngokuthi sisho ukuthini isiphambano.
Izingxoxo zezenkolo no-Lucky Nkosi - Rev Nala (27 March 2022) 08.04.2022 45:22
besikhuluma no-Rev Nala lapha ohlelweni lapho sibheka khona izingxoxo zezenkolo.
sixoxa no-Solwazi O.T. Nxumalo ngokutshalwa kweSilo 14.03.2021 39:19
It is a show which dicusses different Religions
Sixoxa no Rev Jula ngodaba lomnikelo #izingxoxozenkolo 28.02.2021 44:16
It is a show which dicusses different Religions
Podobne podcasty
Replaio nie jest wydawcą podcastów; nazwy audycji, okładki i audio należą do ich autorów i są rozpowszechniane przez publiczne kanały RSS