ukhozi fm

Ukhozi Breakfast

Vee Mthembu and Mroza

Husk at besøge podcastens hjemmeside og støtte skaberen: www.ukhozifm.co.za

Forfatter

ukhozi fm

Kategori

Technology

Podcastens hjemmeside

www.ukhozifm.co.za

Seneste episode

16. okt. 2026

Hvor kan du lytte?

Podcasts i appen Replaio Radio Kommer snart

Podcasts kommer snart til appen. Installer nu, og vær den første til at se en helt ny tilgang til podcasts

Hent den på Google Play Installer gratis Android næsten 10 mio. downloads · 4,8 i bedømmelse iOS snart

Episoder

#UkhozifmVabs :Ulwazi lokuzenzela imali njengomuntu Wesifazane 28.08.2024

#UkhozifmVabs :Ulwazi lokuzenzela imali njengomuntu Wesifazane

#UkhozifmVabs :Sikhuluma no Ntombenhle Mkhize ongomunye wamalungu afakele i-MK Party isimangalo eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape, lapho belwela khona ukuba le nkantolo ibuyekeze isinqumo sokubakhipha ephalamende. U- Ntombenhle ukhala ngokuthi leliqembu l 28.08.2024

Sikhuluma no Ntombenhle Mkhize ongomunye wamalungu afakele i-MK Party isimangalo eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape, lapho belwela khona ukuba le nkantolo ibuyekeze isinqumo sokubakhipha ephalamende. U- Ntombenhle ukhala ngokuthi leliqembu lamxosha ephalamende emva kokuthi esesule nase msebenzini wobuthishela. Asixoxe no-Ntombenhle sizobuye sikhulume no Sihle Ngubane ongusotshwebhu we MK Party ePha...

#UkhozifmVabs :Umndeni wakwa Msweli Emachobeni eNanda ufuna ubulungiswa kulandela ukuzama ukusocongwa nokudlwengulwa komzukulu uMpendulo Msweli nokusolwa ukuthi kwenziwa ubabomncane wakhe. Lesehlakalo senzeka ngo January kulonyaka kanti uMpendulo wayenemi 28.08.2024
#Amazi okuqala usuku :Dr Nelisiwe Zimu 27.08.2024
#Ukhozifmvabs: Sikhuluma no Nokukhanya Thembane, usosayensi, lecturer e-Mangosuthu University of Technology.Uhlomule indondo ye Dr Esther Mahlangu Doctoral Fellowship emayelana nezinqolobane zolwazi lwendabuko. 26.08.2024
#Ukhozifmvabs: Sikhuluma no Sifanele Goqo umphathi nomsunguli wenkampani Udaba Group . 26.08.2024
Amazwi okuqala no Paul Nzimande 26.08.2024
#Amazwi : Musa E Zulu 23.08.2024
#Ukhozifmvabs:Sikhuluma no Thandi Maruping osebenza emayini yase Stillwater Platinum Mine e-North West. U-Maruping uyingxenye yeqembu lokuqala labesifazane abamukelwa kulemayini ukuyosebenza phansi emgodini kanti usesebenze kulendima iminyaka engu 18. 22.08.2024

#Ukhozifmvabs:Sikhuluma no Thandi Maruping osebenza emayini yase Stillwater Platinum Mine e-North West. U-Maruping uyingxenye yeqembu lokuqala labesifazane abamukelwa kulemayini ukuyosebenza phansi emgodini kanti usesebenze kulendima iminyaka engu 18.

#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube 22.08.2024
#UkhozifmVabs:Njengomsebenzi wasemakhishini uhola malini kanti zinjani izimo osebenza ngaphansi kwazo? 22.08.2024

#UkhozifmVabs:Njengomsebenzi wasemakhishini uhola malini kanti zinjani izimo osebenza ngaphansi kwazo?

#Vuka uqonde kabanzi ngezobuchepheshe :Vuka Uqonde Kabanzi Ngezobuchwepheshe [DURBAN STUDIO]: Sihalalisela u-Pindile Filtane oseqokwe nabanye besifazane abahlanu abazomela iNingizimu Afrika ohlelweni olubizwa nge Tech Women oluzobe luse Melika ngenyanga e 21.08.2024

#Vuka uqonde kabanzi ngezobuchepheshe :Vuka Uqonde Kabanzi Ngezobuchwepheshe [DURBAN STUDIO]: Sihalalisela u-Pindile Filtane oseqokwe nabanye besifazane abahlanu abazomela iNingizimu Afrika ohlelweni olubizwa nge Tech Women oluzobe luse Melika ngenyanga ezayo. U-Pindile unenkampani ebizwa ngokuthi i-Mbasane Women in IT ethuthukisa abesifazane kulendima

#Vuka uqondekabanzingezomotho no Gugulethu Xaba Ukusungulwa kwe India South Africa Chamber of Commerce kanye neqhaza elizoyibamba kumnotho wakuleli 21.08.2024

#Vuka uqondekabanzingezomotho no Gugulethu Xaba Ukusungulwa kwe India South Africa Chamber of Commerce kanye neqhaza elizoyibamba kumnotho wakuleli

#Amazwi okuqala usuku : Lungisani Simelane 21.08.2024
#Ezwenisakhile :Umndeni wakwa Simelane o-Phongolo ucela ukufuniswa indodakazi yabo u- Zanele Simelane owaduka ngo February 2022 emva kokuvakashela isoka lakhe uMnuz Thokozani Malinga. Sikhuluma no Mnuz Jaconia Simelane ongubaba omkhulu ka Zanele kanye no 20.08.2024

#EzweniUmndeni wakwa Simelane o-Phongolo ucela ukufuniswa indodakazi yabo u- Zanele Simelane owaduka ngo February 2022 emva kokuvakashela isoka lakhe uMnuz Thokozani Malinga. Sikhuluma no Mnuz Jaconia Simelane ongubaba omkhulu ka Zanele kanye no Thokozani Malinga.

#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye 20.08.2024
#Vukaqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu: Namhlanje sikhuluma ngezinhlobo ezimbili zomoya ezahlukene ngendlela ezivunguza ngayo (Anabatic and Katabatic winds) 19.08.2024

#Vukaqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Topic: Namhlanje sikhuluma ngezinhlobo ezimbili zomoya ezahlukene ngendlela ezivunguza ngayo (Anabatic and Katabatic winds)

#UkhozifmVabs :Interview: Umelaphi wendabuko ozinze e-Mthatha e-Eastern Cape owayeboshelwe ukuba kuleli ngokungemthetho usenqobe icala abelifake abomnyango wezasekhaya nalapho inkantolo imvunile yahlawulisa umnyango isamba semali esingadalulwanga. Sikhulu 19.08.2024

#UkhozifmVabs :Interview: Umelaphi wendabuko ozinze e-Mthatha e-Eastern Cape owayeboshelwe ukuba kuleli ngokungemthetho usenqobe icala abelifake abomnyango wezasekhaya nalapho inkantolo imvunile yahlawulisa umnyango isamba semali esingadalulwanga. Sikhuluma kabanzi ngalelicala no Sphamandla Mthethwa, ongumqondisi e-Sphamandla Mthethwa Attorneys

#Amazwi okuqala usuku : Paul Nzimande 19.08.2024
#Ukhozifmvabs:Carlo Radebe owayengumlingisi kwi Backstage kanye ne Generations usecele abalandeli bakhe ukuthi balule isandla ekumsizeni njengoba ezithola esimweni sokungasebenzi. Lomlingisi ungene ezinkundleni zokuxhumana watshela abalandeli ngobunzima a 16.08.2024

#Ukhozifmvabs:Carlo Radebe owayengumlingisi kwi Backstage kanye ne Generations usecele abalandeli bakhe ukuthi balule isandla ekumsizeni njengoba ezithola esimweni sokungasebenzi. Lomlingisi ungene ezinkundleni zokuxhumana watshela abalandeli ngobunzima azithola kubo.

#Amazwi okuqala usuku : Musa E Zulu 16.08.2024
#Ukhozifmvabs :Ngabe usuke wabhekana nesimo sombango wekhaya lapho nakhuliswa khona? Nagcina nisitholile isixazululo futhi seku ubani ohlala khona? :Thulani Nkosi, Senior Attorney at SERI (Socio-Economic Rights Institute of South Africa) 15.08.2024

Ngabe usuke wabhekana nesimo sombango wekhaya lapho nakhuliswa khona? Nagcina nisitholile isixazululo futhi seku ubani ohlala khona? :Thulani Nkosi, Senior Attorney at SERI (Socio-Economic Rights Institute of South Africa)

#Amazwi okuqala usuku : Lungisani Simelane 15.08.2024
#Vuka uqondekabanzi ngezezimali no Sfiso Nala :Yiziphi izinto umunt angazenza ukukhulisa ingeniso noma ihholo lakhe? 14.08.2024

#Vuka uqondekabanzi ngezezimali no Sfiso Nala :Yiziphi izinto umunt angazenza ukukhulisa ingeniso noma ihholo lakhe?

#Amazwi okuqala usuku :Scelo Mncube 14.08.2024

Lyt til podcasten Ukhozi Breakfast i Replaio

Radio og podcasts i én app - gratis og uden tilmelding. Installer i dag, og gå ikke glip af lanceringen

Hent den på Google Play

Replaio er ikke podcastudgiver; programmernes navne, coverbilleder og lyd tilhører deres ophavsmænd og distribueres via offentlige RSS-feeds.