ukhozi fm

Ukhozi Breakfast

Vee Mthembu and Mroza

Husk at besøge podcastens hjemmeside og støtte skaberen: www.ukhozifm.co.za

Forfatter

ukhozi fm

Kategori

Technology

Podcastens hjemmeside

www.ukhozifm.co.za

Seneste episode

16. okt. 2026

Hvor kan du lytte?

Podcasts i appen Replaio Radio Kommer snart

Podcasts kommer snart til appen. Installer nu, og vær den første til at se en helt ny tilgang til podcasts

Hent den på Google Play Installer gratis Android næsten 10 mio. downloads · 4,8 i bedømmelse iOS snart

Episoder

#Ukhozifmvabs :Dr Siyabonga Dlamini, ongumcwaningi kwezesifo somdlavuza enyuvesi ya KwaZulu-Natal. 13.08.2024

#Ukhozifmvabs :Dr Siyabonga Dlamini, ongumcwaningi kwezesifo somdlavuza enyuvesi ya KwaZulu-Natal.

#Ukhozifmvabs:Thandeka Cebekhulu usola ubaba wengane yakhe ngokuzama ukumsoconga emva kokuthi emholele esigangeni ebusuku lapho adutshulwa khona abalisa abangaziwa bamshiya becabanga ukuthi ufile. Lesehlakalo senzeka ngonyaka owedlule kanti u-Thandeka ukh 13.08.2024

U-Thandeka Cebekhulu ongowase e-Bergville usola ubaba wengane yakhe ngokuzama ukumsoconga emva kokuthi emholele esigangeni ebusuku lapho adutshulwa khona abalisa abangaziwa bamshiya becabanga ukuthi ufile. Lesehlakalo senzeka ngonyaka owedlule kanti u-Thandeka ukhala ngokuthi akunanqubekela phambili ecaleni lakhe selokhu lavulwa. Sikhuluma no Thandeka, sizamile ukuthola umseshi wecala kodwa wangap...

#UkhozifmVabs : RIP Zanele Mbokazi 13.08.2024
#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye 13.08.2024
#Ukhozifmvabs:Ingxoxo ekhethekile no DJ Zinhle. 09.08.2024

#Ukhozifmvabs:Ingxoxo ekhethekile  no DJ Zinhle.

#UkhozifmVabs :Namhlanje siqeda iminyaka engu-68 abesifazane bakuleli bamashela e-Union Buildings, ePitoli. Abantu besifazane ababalelwa ku 20-thousand babephikisana nokuphathwa kwamapasi ngabantu abamnyama ngesikhathi bethelwa ngoyaba ngamaphoyisa obandl 09.08.2024

#UkhozifmVabs :Namhlanje siqeda iminyaka engu-68 abesifazane bakuleli bamashela e-Union Buildings, ePitoli. Abantu besifazane ababalelwa ku 20-thousand babephikisana nokuphathwa kwamapasi ngabantu abamnyama ngesikhathi bethelwa ngoyaba ngamaphoyisa obandlululo. Ukubungaza usuku lwanamhlanje sithe asikhulume no-Nosipho Siwisa Damasane ongumholi kwezamabhizinisi aphinde abe umbhali wezincwadi zobuho...

#Amazwi okuqala usuku : Lungisa Simelane 09.08.2024
#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube 08.08.2024
#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye 07.08.2024
#Ezweni Sakhile :Namhlanje sikhuluma no Thembi Mkhize owathunjwa izinsuku ezintathu waphinde wadlwengulwa emva kokuphendula i-post yakwa Facebook eyayikhangisa umsebenzi. Lesehlakalo esenzeka ngonyaka ka 2021 sabikwa emaphoyiseni kodwa namanje umenzi wobu 06.08.2024

#Ezweni Sakhile :Namhlanje sikhuluma no Thembi Mkhize owathunjwa izinsuku ezintathu waphinde wadlwengulwa emva kokuphendula i-post yakwa Facebook eyayikhangisa umsebenzi. Lesehlakalo esenzeka ngonyaka ka 2021 sabikwa emaphoyiseni kodwa namanje umenzi wobubi usachanasa ngaphandle. U-Thembi oneminyaka engu 42 ungowase Mzinto kodwa uzinze eLamonti eThekwini.

#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu 06.08.2024
#Vuka uqondekabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Ungwengwezi lokugcina lomoya oluzungeze umhlaba (troposphere) 05.08.2024

#Vuka uqondekabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Topic: Ungwengwezi lokugcina lomoya oluzungeze umhlaba (troposphere)

#Ukhzifmvabs:Yize iningi lizishayela ihlombe izenzo zamaphoyisa zokubulala abasolwa kodwa kukhona imibono ephambene nalokhu. Lemibono evela kongoti abahlukahlukene iqhakambisa ukuthi ubufakazi neqiniso bufa nabo abasolwa kanti namacala awasafiki enkantolo 05.08.2024

#Ukhzifmvabs:Yize iningi lizishayela ihlombe izenzo zamaphoyisa zokubulala abasolwa kodwa kukhona imibono ephambene nalokhu. Lemibono evela kongoti abahlukahlukene iqhakambisa ukuthi ubufakazi neqiniso bufa nabo abasolwa kanti namacala awasafiki enkantolo okuyiyona nhloso yobulungiswa. Ngokwembiko babalelwa ku 40 abasolwa asebebulawe amaphoyisa kusukela ngo April kulonyaka. Kanti ngokukakhomishana...

#Amazwi okuqala usuku :Paul Nzimande 05.08.2024
#UkhozifmVabs :Namhlanje sikhuluma ngabantu aba single kodwa beshadile. Kulezizimo uthola ukuthi labashadikazi basahlala ndawonye kodwa inhlansi yothando ayisekho, noma omunye athi usapholisa ikhanda. Usuke wadlula kulesimo noma ukulesimo njengamanje? Nga 02.08.2024

#UkhozifmVabs :Namhlanje sikhuluma ngabantu aba single kodwa beshadile. Kulezizimo uthola ukuthi labashadikazi basahlala ndawonye kodwa inhlansi yothando ayisekho, noma omunye athi usapholisa ikhanda. Usuke wadlula kulesimo noma ukulesimo njengamanje? Ngabe iziphi izizathu ezisakuhlalisile? Ngabe usaziphatha njengomuntu oshadile noma uvumelekile ukwenza umathanda?

#Ukhozifmvabs :Sithe asiqale inyanga yabesifazane ngokukhuluma no Solwazi Nokuthula Sibiya oqophe umlando ngokuqokwa njengowesifazane owokuqala esikhundleni sokuba yiPhini lika Shansela e-Mangosuthu University of Technology. USolwazi Sibiya ongowokudabuka 01.08.2024

#Ukhozifmvabs :Sithe asiqale inyanga yabesifazane ngokukhuluma no Solwazi Nokuthula Sibiya oqophe umlando ngokuqokwa njengowesifazane owokuqala esikhundleni sokuba yiPhini lika Shansela e-Mangosuthu University of Technology. USolwazi Sibiya ongowokudabuka elokishini eMlazi okuyindawo eyakhele le nyuvesi, uqokelwe kulesi sikhundla emva kwamasonto ebambe kuso.

#Amazwi okuqala usuku :Musa E Zulu 01.08.2024
#UkhozifmVabs :Sikhuluma ngezingqinamba othisha ababhekana nazo ezikoleni kulandela izigameko zakamuva esizibone zibeka izimpilo zothisha kanye nabafundi engcupheni. Kwisigameko sokuqala kubikwa ukuthi kugasele izigilamukhuba esikoleni saKwaMashu ezintsho 01.08.2024

#UkhozifmVabs :Sikhuluma ngezingqinamba othisha ababhekana nazo ezikoleni kulandela izigameko zakamuva esizibone zibeka izimpilo zothisha kanye nabafundi engcupheni. Kwisigameko sokuqala kubikwa ukuthi kugasele izigilamukhuba esikoleni saKwaMashu ezintshontshe imali yothisha. Khona kulelisonto kudutshulwe uthisha washona esikoleni esise Ntuzuma. Kanti esifundazweni sase Eastern Cape kusabalale i-v...

#UkhozifmVabs:Uyaqhubeka umsindo mayelana nodaba oluthinta lowo ongenele u-Miss SA u-Chidimma Adetshina okubikwa ukuthi abazali bakhe akubona abase Ningizimu Afrika. Ngesonto eledlule sike sazama ukuthola uMnyango wezaseKhaya ukusichazela ukuthi yini eyen 31.07.2024

sikhuluma ne phini lika Ngqongqoshe uMnuz Njabulo Nzuza

#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube 31.07.2024
#Ezwenisakhile :Sikhuluma no Ntombikayise ozosichazela ngesimo aphila ngaphansi kwaso. 30.07.2024

#Ezwenisakhile :Sikhuluma no Ntombikayise ozosichazela ngesimo aphila ngaphansi kwaso.

#Amazwi okuqala usuku :DrNgogi Mahaye 30.07.2024
#Vuka Uqonde Kabanzi Ngokuguquguquka Kwesimo Sezulu Thandiwe Gumede: Urban heat Island 29.07.2024

#Vuka Uqonde Kabanzi Ngokuguquguquka Kwesimo Sezulu Thandiwe Gumede:Urban heat island

#Ukhozifmvabs : Dr Zama Mtshali-Dlamini :Namhlanje sibheka udaba lokukhulelwa kwabafundi kulandela isehlakalo esenzakale e-Limpopo lapho umfundi oneminyaka engu 16 ebelethele ethoyilethi lase sikoleni. Lomfundi waka Grade 10 ubelethe ingane singakafiki is 29.07.2024

#Ukhozifmvabs : Dr Mtshali-Dlamini :Namhlanje sibheka udaba lokukhulelwa kwabafundi kulandela isehlakalo esenzakale e-Limpopo lapho umfundi oneminyaka engu 16 ebelethele ethoyilethi lase sikoleni. Lomfundi waka Grade 10 ubelethe ingane singakafiki isikhathi kanti ubeyedwa ngenkathi kwenzeka lesehlo. Izibalo zakwa Stats SA ziveza ukuthi abafundi bakuleli abangu 150-thousand abaneminyaka esukela ku...

#Amazwi okuqala usuku : Paul Nzimande 29.07.2024

Lyt til podcasten Ukhozi Breakfast i Replaio

Radio og podcasts i én app - gratis og uden tilmelding. Installer i dag, og gå ikke glip af lanceringen

Hent den på Google Play

Replaio er ikke podcastudgiver; programmernes navne, coverbilleder og lyd tilhører deres ophavsmænd og distribueres via offentlige RSS-feeds.