ukhozi fm
Ukhozi Breakfast
Vee Mthembu and Mroza
Husk at besøge podcastens hjemmeside og støtte skaberen: www.ukhozifm.co.za
Forfatter
ukhozi fm
Kategori
Podcastens hjemmeside
Seneste episode
16. okt. 2026
Hvor kan du lytte?
Podcasts i appen Replaio Radio Kommer snartPodcasts kommer snart til appen. Installer nu, og vær den første til at se en helt ny tilgang til podcasts
Episoder
#Ukhozifmvabs :Ishmael Mnisi, NSFAS Spokesperson, Head of Marketing and Communication, 19.09.2024 8:10
#Ukhozifmvabs :Ishmael Mnisi, NSFAS Spokesperson, Head of Marketing and Communication,
#Ukhozifmvabs :Sivakashela udaba lokuhlaba isilwane uma kunomcimbi wesintu njengoba sazi ukuthi uSeptember inyanga yamagugu nokuqhakambisa amasiko ethu. Sixoxisana no Sihle Mlaba ongumsunguli wenkampani ebizwa ngokuthi Abahlinzi, lenkampani ezinze eMgungu 19.09.2024 17:25
#Ukhozifmvabs :Sivakashela udaba lokuhlaba isilwane uma kunomcimbi wesintu njengoba sazi ukuthi uSeptember inyanga yamagugu nokuqhakambisa amasiko ethu. Sixoxisana no Sihle Mlaba ongumsunguli wenkampani ebizwa ngokuthi Abahlinzi, lenkampani ezinze eMgungundlovu ifika kwakho ihlinze, ihlahlele, yose futhi ipheke inyama uma kunomsebenzi. Sizobuye sikhulume no mmeli mayelana nemithetho elandelwayo um...
#Vuka Uqonde Kabanzi NgeZomnotho no Gugu Xaba :International Solid Waste Association (ISWA) World Congress 2024 18.09.2024 9:47
#Vuka Uqonde Kabanzi NgeZomnotho no Gugu Xaba :International Solid Waste Association (ISWA) World Congress 2024
#UkhozifmVabs :Silandela udaba oluthinta izimo abasebenzi basezindaweni zokudlela abasebenza ngaphansi kwazo. Lokhu kulandela ukusabalala kwevideo yomunye walabasebenzi ekhala ngokungalandelwa kwemithetho efanelekile lapho esebenza khona. Le video iholele 18.09.2024 12:49
Silandela udaba oluthinta izimo abasebenzi basezindaweni zokudlela abasebenza ngaphansi kwazo. Lokhu kulandela ukusabalala kwevideo yomunye walabasebenzi ekhala ngokungalandelwa kwemithetho efanelekile lapho esebenza khona. Le video iholele ekutheni umnyango weZabasebenzi ube nombhidlango kulezindawo zokudlela nalapho kutholakale khona ukuthi lezindawo zikweleta abasebenzi imali yomholo einganisel...
#Ezwenisakhile :Namhlanje sibheka udaba olubhekene nabalimi bomoba endaweni yase Ndabayakhe eMpangeni. Labalimi bakhala ngenkosi yendawo efuna bakhokhe u-R25, 500 ukuze baqhubeke nokulima. Omunye walabalimi ongathandanga ukudalula igama lakhe uthi uselime 17.09.2024 15:58
#Ezwenisakhile :Namhlanje sibheka udaba olubhekene nabalimi bomoba endaweni yase Ndabayakhe eMpangeni. Labalimi bakhala ngenkosi yendawo efuna bakhokhe u-R25, 500 ukuze baqhubeke nokulima. Omunye walabalimi ongathandanga ukudalula igama lakhe uthi uselime kulendawo kusukela ngo 1984 kanti kuqala ngqa ukuthi acelwe ukuthi akhokhe lesamba semali. Lomlimi uthi usesatshiswe ngokuthi uma engayikhiphi l...
#Vuka uqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu :Thandiwe Gumede El Nino Southern Oscillation ( ENSO) forecast 16.09.2024 6:51
#Vuka uqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu :Thandiwe Gumede El Nino Southern Oscillation ( ENSO) forecast
#UkhozifmVabs Imibiko emayelana nothisha okungahle baphelelwe imisebenzi ngenxa yokuncishiswa kwesabelo mali soMnyango weZemfundo. Sixoxisana no Elijah Mhlanga okhulumela uMnyango weZemfundo. 12.09.2024 9:42
#UkhozifmVabs:Silandela imibiko emayelana nothisha okungahle baphelelwe imisebenzi ngenxa yokuncishiswa kwesabelo mali soMnyango weZemfundo. Sixoxisana no Elijah Mhlanga okhulumela uMnyango weZemfundo.
#Ezwenisakhile :Sixoxa no Zandile Mndaweni ongowase Mabedlana oLundi owakhethwa emhlangeni okhala ngokuhlukumezeka emshadweni wakhe. U-Zandile oneminyaka engu 33 usola ubaba wezingane zakhe ngokungamvumeli ukuthi abone izingane zabo ezimbili emva kokuthi 10.09.2024 19:12
#Ezwenisakhile : Ezweni Sakhile: Sixoxa no Zandile Mndaweni ongowase Mabedlana oLundi owakhethwa emhlangeni okhala ngokuhlukumezeka emshadweni wakhe. U-Zandile oneminyaka engu 33 usola ubaba wezingane zakhe ngokungamvumeli ukuthi abone izingane zabo ezimbili emva kokuthi ethole ukuthi usehlukanisile naye ngaphandle kokumazisa. Yize noma engaziboni izingane zakhe kodwa uyazondla emva kokuthi ubaba...
#Vukaqondekabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Uma sikhuluma nge stratosphere sisuke sikhuluma ngani? 09.09.2024 8:49
#Vukaqondekabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Uma sikhuluma nge stratosphere sisuke sikhuluma ngani?
#Ukhozifmvabs :Ake sizwe ngenhlangano ebizwa ngokuthi Usengashintsha eyasungulwa ngomunye ophuma ngaphakathi ejele. Sikhuluma no Sandile Dlamini, okhulumela Usengashintsha. 09.09.2024 6:11
#Ukhozifmvabs :Ake sizwe ngenhlangano ebizwa ngokuthi Usengashintsha eyasungulwa ngomunye ophuma ngaphakathi ejele. Sikhuluma no Sandile Dlamini, okhulumela Usengashintsha.
#Ukhozifmvabs :Sikhuluma no Sakhile Ditshekgo ophuma ejele emva kokuthi egwetshwe iminyaka engu 30 ngecala lokubulala, elokuzama ukubulala kanjalo nelokuphanga. U-Sakhile ophuma endaweni yase Matshana eMpangeni usezinikelele ekulekeleleni umphakathi wanga 09.09.2024 12:59
#Ukhozifmvabs :Sikhuluma no Sakhile Ditshekgo ophuma ejele emva kokuthi egwetshwe iminyaka engu 30 ngecala lokubulala, elokuzama ukubulala kanjalo nelokuphanga. U-Sakhile ophuma endaweni yase Matshana eMpangeni usezinikelele ekulekeleleni umphakathi wangakubo ngezindlela ezahlukene. Ezinye zalezizindlela ukwakhela imindeni engenamakhaya izindlu. Sikhuluma naye uSakhile sizobuye futhi sikhulume nen...
#Vukaqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu no Thandiwe Gumede :Ngabe imvula enjani ebizwa nge acid rain? 02.09.2024 5:07
#Vukaqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu no Thandiwe Gumede :Ngabe imvula enjani ebizwa nge acid rain?
#Ukhozifmvabs: sikhuluma nongqongqoshe wama Phoyisa mnu-Senzo Mchunu 02.09.2024 14:07
#Ukhozifmvabs: sikhuluma nongqongqoshe wama Phoyisa mnu-Senzo Mchunu
#UkhozifmVabs: NgoMqgibelo mhlaka 31 August kuzobe kwedlule unyaka kwashona abantu abangu 76 emva kokusha kwesakhiwo esaziwa nge Usindiso esisenkabeni ye Goli. Abanye babantu abathinteka kulesigameko uMike Ngulube owashonelwa ngu nkosikazi wakhe u Joyce k 29.08.2024 11:15
#UkhozifmVabs: NgoMqgibelo mhlaka 31 August kuzobe kwedlule unyaka kwashona abantu abangu 76 emva kokusha kwesakhiwo esaziwa nge Usindiso esisenkabeni ye Goli. Abanye babantu abathinteka kulesigameko uMike Ngulube owashonelwa ngu nkosikazi wakhe u Joyce kanye nengane yabo uMemory owayena 16 months. U-Mike ukhala ngokuthi kuze kube imanje akaze athole incazelo yokuthi siphi isidumbu sengane yakhe u...
Replaio er ikke podcastudgiver; programmernes navne, coverbilleder og lyd tilhører deres ophavsmænd og distribueres via offentlige RSS-feeds.