ukhozi fm
Ukhozi Breakfast
Vee Mthembu and Mroza
Where to listen?
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soonPodcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts
Episodes
#Vukaqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu no: Thandiwe Gumede 25.11.2024 5:34
YIni ?Tropical Temperate Trough ( TTT)
#Ukhozifmvabs :Sixoxa nomshayeli wamatekisi u-Ntuthuko Buthelezi obelethise owesifazane obesefikelwe isikhathi sokuteta. Lesehlo senzeke etekisini ebishayelwa uButhelezi ekuqaleni kwalenyanga. U-Buthelezi oneminyaka engu 25 owasoLundi KwaCeza esigodini sa 25.11.2024 9:13
#Ukhozifmvabs :Sixoxa nomshayeli wamatekisi u-Ntuthuko Buthelezi obelethise owesifazane obesefikelwe isikhathi sokuteta. Lesehlo senzeke etekisini ebishayelwa uButhelezi ekuqaleni kwalenyanga. U-Buthelezi oneminyaka engu 25 owasoLundi KwaCeza esigodini sase Magagadolo eKZN kanti unezinyanga ezimbili nje eshayela amatekisi. Yize zivamile izigameko ezifana nalezi kodwa namhlanje sithe ake sizwe lesi...
#Ukhozifmvabs :Nqobani City Power :Luyavalwa ngeSonto uhlelo lwaka-Eskom lokubhalisa kabusha amamitha kagesi. Abantu kufanele babhalise kabusha izigubhu zabo ngaphansi kohlelo lweStandard Transfer Specification Association (STSA). Ngokwembiko abazohluleka 25.11.2024 10:53
#Ukhozifmvabs :Nqobani City Power :Luyavalwa ngeSonto uhlelo lwaka-Eskom lokubhalisa kabusha amamitha kagesi. Abantu kufanele babhalise kabusha izigubhu zabo ngaphansi kohlelo lweStandard Transfer Specification Association (STSA). Ngokwembiko abazohluleka ukuzibhalisa, kungadingeka ukuba bakhokhe imali elinganiselwa kuR12 000 ukuze bashintshelwe.
#Vukamotoring no Sbo Myeni :Awusichazele kabanzi ngama safety ratings ezimoto nokuthi kusuke kubhekwani? 21.11.2024 17:51
#Vukamotoring no Sbo Myeni :Awusichazele kabanzi ngama safety ratings ezimoto nokuthi kusuke kubhekwani?
#Ukhozifmvabs :Sixoxa ngodaba olumayelana ne-scholar transport, omalume abasithuthela izingane zethu beziyisa esikoleni. Lokhu kulandela iVoice Note esiyithole kumlaleli okhalaza ngemali okumele ayikhokhe yize kuzoba isikhathi samaholidi umntwana engasayi 21.11.2024 17:55
#Ukhozifmvabs :Sixoxa ngodaba olumayelana ne-scholar transport, omalume abasithuthela izingane zethu beziyisa esikoleni. Lokhu kulandela iVoice Note esiyithole kumlaleli okhalaza ngemali okumele ayikhokhe yize kuzoba isikhathi samaholidi umntwana engasayi esikoleni. Sizolalela iVN yomlaleli bese sixoxa no Sbongile Maseko ongunobhala we Greater Gauteng Learner Transport Organisation.
#Ukhozifmvabs :namhlanje sithe asibheke iziphakamiso ezimbili ezithinta uphuzo oludakayo. Isiphakamiso sokuqala simayelana nokunyuswa kwentengo yotshwala obushibhile ukulwisana nezinkinga ezibandakanya uphuzo oludakayo, isiphakamiso sesibili sithinta ukun 20.11.2024 14:54
#Ukhozifmvabs :namhlanje sithe asibheke iziphakamiso ezimbili ezithinta uphuzo oludakayo. Isiphakamiso sokuqala simayelana nokunyuswa kwentengo yotshwala obushibhile ukulwisana nezinkinga ezibandakanya uphuzo oludakayo, isiphakamiso sesibili sithinta ukuncishiswa kwezikhathi zokusebenza kwezindawo zokucima ukoma eLimpopo. Sizoqale sixoxe no Zimasa Mpemnyama ohola umkhankaso obizwa nge Alcohol Redu...
#Ezwenisakhile :Namhlanje sixoxa no Siyabonga Mthembu oneminyaka engu 16 onenkinga yokuthi akakwazi ukuzizwa uma kufanele ayozikhulula endlini encane. 19.11.2024 11:13
#Ezwenisakhile :Namhlanje sixoxa no Siyabonga Mthembu oneminyaka engu 16 onenkinga yokuthi akakwazi ukuzizwa uma kufanele ayozikhulula endlini encane.
#Vukaqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu no: Thandiwe Gumede 18.11.2024 8:58
Yini Uthingolwenkosazana ?
#Ukhozifmvabs :Sixoxa ngabavukuzi abangekho emthethweni abaziwa ngama zama-zama. Lengxoxo ilandela umyalelo okhishwe Inkantolo enkulu yase Pitoli wokuthi kuvulwe indlela yokungena emayini yaseStilfontein eNorth West ukuze kuvunyelwe abezimo eziphuthumayo 18.11.2024 19:53
#Ukhozifmvabs :Sixoxa ngabavukuzi abangekho emthethweni abaziwa ngama zama-zama. Lengxoxo ilandela umyalelo okhishwe Inkantolo enkulu yase Pitoli wokuthi kuvulwe indlela yokungena emayini yaseStilfontein eNorth West ukuze kuvunyelwe abezimo eziphuthumayo bafinyelele kubavukuzi abasele emgodini wemayini engasasebenzi. Labavukuzi abafuni ukuphuma ngoba besaba ukuboshwa amaphoyisa asebenza ngaphansi...
#Amandla Omnotho no Gugulethu Xaba :Ukusungulwa kwe Rural Chamber of Commerce and Industry 13.11.2024 10:12
#Amandla Omnotho no Gugulethu Xaba :Ukusungulwa kwe Rural Chamber of Commerce and Industry
#Vukaqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu no: Thandiwe Gumede 12.11.2024 4:44
Yini :isimomvama
#Ezwenisakhile :owesilisa ocela ukufuniswa izihlobo zalowo okade ethandana naye kodwa osedlulile emhlabeni. UMnuz Msawakhe Nene ongowase Mid-Illovo esigodini sase Mpekula eKZN uthi ubesethandane nalowesifazane oneminyaka engu 24 iminyaka emibili ngaphambi 12.11.2024 11:12
#Ezwenisakhile :owesilisa ocela ukufuniswa izihlobo zalowo okade ethandana naye kodwa osedlulile emhlabeni. UMnuz Msawakhe Nene ongowase Mid-Illovo esigodini sase Mpekula eKZN uthi ubesethandane nalowesifazane oneminyaka engu 24 iminyaka emibili ngaphambi kokuthi adlule emhlabeni izolo ekuseni. U- Msawakhe oneminyaka engu 39 uthi uzamile ukwazisa ubhuti kamufi ngalesehlo kepha akamtholi ocingweni...
#UkhozifmVabs:INkantolo yoMthethosisekelo idingida udaba lokuthi ubaba kufanele ahlale ekhaya isikhathi esilinganayo nesamama emva kokuzalwa kwengane. Ngokwe Basic Conditions of Employment Act, umama unelungelo lokuhlala izinyanga ezine ekhokhelwa emseben 11.11.2024 18:44
#UkhozifmVabs:INkantolo yoMthethosisekelo idingida udaba lokuthi ubaba kufanele ahlale ekhaya isikhathi esilinganayo nesamama emva kokuzalwa kwengane. Ngokwe Basic Conditions of Employment Act, umama unelungelo lokuhlala izinyanga ezine ekhokhelwa emsebenzini emva kokuteta kepha ubaba yena unelungelo lokuhlala izinsuku eziyishumi
#Ukhozifmvabs : Ingxoxo ekhethile no Advocate Dali Mpofu osejoyine iqembu Umkhonto Wesizwe 11.11.2024 5:58
#Ukhozifmvabs : Advocate Dali Mpofu usejoyine iqembu Umkhonto Wesizwe
Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.