ukhozi fm
Ukhozi Breakfast
Vee Mthembu and Mroza
Where to listen?
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soonPodcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts
Episodes
#VukaMotoring no Sbo Myeni : National road Management bill ka 2020 Isayinwe President Cyril Ramaphosa 12.12.2024 8:47
#VukaMotoring no Sbo Myeni : National road Management bill ka 2020 Isayinwe President Cyril Ramaphosa
#Amandla omnotho no Gugulethu Xaba :sibheke futhi namasheya enkampani yakwa Boxer – siyazi ukuthi iye ya fakwa esigabeni sokuhweba kwi Johannesburg Stock Exchange (JSE) – ngeviki eledlule, lapho sibone khona amasheya ayo ekhuphuka cishe ngamaphesenti anga 11.12.2024 14:10
#Amandla omnotho no Gugulethu Xaba :sibheke futhi namasheya enkampani yakwa Boxer – siyazi ukuthi iye ya fakwa esigabeni sokuhweba kwi Johannesburg Stock Exchange (JSE) – ngeviki eledlule, lapho sibone khona amasheya ayo ekhuphuka cishe ngamaphesenti angaphezu kwamashumi amabili – emuva nje kosuku eqalile ukuhweba.
#Ukhozifmvabs :Iningi lethu liyasijabulela lesikhathi sonyaka okuyiskhathi esisichitha nabasondelene nathi. Kodwa ke kukhona idlanzana lethu elingasithakaseli neze lesikhathi ngezizathu ezihlukene. Sithole i-Voice Note ephuma kumlaleli naye ongomunye wala 11.12.2024 11:23
#Ukhozifmvabs :Iningi lethu liyasijabulela lesikhathi sonyaka okuyiskhathi esisichitha nabasondelene nathi. Kodwa ke kukhona idlanzana lethu elingasithakaseli neze lesikhathi ngezizathu ezihlukene. Sithole i-Voice Note ephuma kumlaleli naye ongomunye walabo. Sixoxa no Nkululeko Benedict Mhlongo oyi therapist pheceleze umelaphi wengqondo kodwa asiqale sizwe iVN yomlaleli.
#Ezwenisakhile :Ezweni Sakhile: Umndeni wakwa Maphumulo ohlala endaweni yase Alexandra eGoli ubhekene nenkinga yelungu lomndeni wayo u-Nsebenzo Maphumulo owakhubazeka isingezansi emuva kwesigameko sokudutshulwa kumgogodla. Sekuphele iminyaka emithathu les 10.12.2024 13:02
#Ezwenisakhile :Ezweni Sakhile: Umndeni wakwa Maphumulo ohlala endaweni yase Alexandra eGoli ubhekene nenkinga yelungu lomndeni wayo u-Nsebenzo Maphumulo owakhubazeka isingezansi emuva kwesigameko sokudutshulwa kumgogodla. Sekuphele iminyaka emithathu lesigameko senzeka kanti u-Nsebenzo usengumuntu ohlezi esembhedeni nosekuholele ekutheni abe nezilonda ezingasalapheki. Umndeni usuze wamhlalisa kwe...
#Vukaqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu no: Thandiwe Gumede 09.12.2024 6:17
Adaptation and mitigation measures to combat climate change
#Ukhozifmvabs :Lelisonto laziwa njenge Global Entrepreneurship Week lapho kusuke kubungazwa osomabhizinisi, ingakho namhlanje simeme usomabhizinisi uMnuz Nkosinathi Walter Khumalo odabuka oPhongolo eKZN. U-Khumalo wasungula inkampani ka gesi ebizwa nge Kh 05.12.2024 12:14
#Ukhozifmvabs :Lelisonto laziwa njenge Global Entrepreneurship Week lapho kusuke kubungazwa osomabhizinisi, ingakho namhlanje simeme usomabhizinisi uMnuz Nkosinathi Walter Khumalo odabuka oPhongolo eKZN. U-Khumalo wasungula inkampani ka gesi ebizwa nge Khawdash Engineering ehlinzeka ngezisombululo zokulungisa nokwakha kabusha izizinda zikagesi. Lenkampani izinze eKempton Park eGauteng kanti igama...
Thandiwe Gumede : SA WEATHER SERVICE :Ngabe yini imbangela yalokushisa futhi kulindeleke ukuthi akhuphuke kangakanani amazinga okushisa? 04.12.2024 3:34
Thandiwe Gumede : SA WEATHER SERVICE :Ngabe yini imbangela yalokushisa futhi kulindeleke ukuthi akhuphuke kangakanani amazinga okushisa?
#Ezwenisakhile :Sibheka amacala amayelana nokungagculiseki ngobulungiswa. Icala lokuqala lenzeka eVanderbijlpark eGoli ngo 2022 kanti lithinta izithandani ezimbili okwatholakala izidumbu zazo sezonakele emva kokuthunjwa zalahlwa ehlathini. Owesifazane kul 03.12.2024 18:12
Sibheka amacala amayelana nokungagculiseki ngobulungiswa. Icala lokuqala lenzeka eVanderbijlpark eGoli ngo 2022 kanti lithinta izithandani ezimbili okwatholakala izidumbu zazo sezonakele emva kokuthunjwa zalahlwa ehlathini. Owesifazane kulesigameko wayezithwele sekusele inyanga eyodwa ukuthi atete. Kwaboshwa uma wengane yokuqala ka mufi kanye nabalisa ababili abalivuma icala basho nokuthi babethun...
#Vukaqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu no: Thandiwe Gumede 02.12.2024 6:06
Global warming and climate change
#Ukhozifmvabs :Zizipho Zamandulo Nyanga ongumsunguli wenkampani ebizwa ngokuthi i-Makoti Assist. Lenkampani ilekelela omakoti ngemisebenzi yasendlini uma kunemicimbi. 02.12.2024 11:07
Zizipho Zamandulo Nyanga ongumsunguli wenkampani ebizwa ngokuthi i-Makoti Assist. Lenkampani ilekelela omakoti ngemisebenzi yasendlini uma kunemicimbi.
#Ukhozifmvabs :NgeSonto usuku olwaziwa njenge World Aids Day ingakho sivakashelwe u-Mandisa Dlamini, oyindodakazi kaGugu Dlamini owayeyisishoshovu seHIV nowabulawela ukuphumela obala ngaleli gciwane ngo- 28.11.2024 9:34
NgeSonto usuku olwaziwa njenge World Aids Day ingakho sivakashelwe u-Mandisa Dlamini, oyindodakazi kaGugu Dlamini owayeyisishoshovu seHIV nowabulawela ukuphumela obala ngaleli gciwane ngo-
#UkhozifmVabs :Lizovulwa ngeSonto ibhuloho lezinyawo lase Nadi eGreytown eKZN elakhiwa ilungu lomphakathi uMnuz Vumani Shelembe. Uzokhumbula mlaleli ukuthi saxoxa no Mnuz Shelembe ngenyanga edlule owanquma ukuthi akakhe lelibhuloho ngoba ebona ubunzima 28.11.2024 23:07
#UkhozifmVabs :Lizovulwa ngokomthetho ngeSonto mhlaka 1 December ibhuloho lezinyawo lase Nadi eGreytown eKZN elakhiwa ilungu lomphakathi uMnuz Vumani Shelembe. Uzokhumbula mlaleli ukuthi saxoxa no Mnuz Shelembe ngenyanga edlule owanquma ukuthi akakhe lelibhuloho ngoba ebona ubunzima umphakathi obhekana nabo uma bewela emfuleni iNadi. Lelibhuloho lingaphansi kaMasipala wase Mvoti. Sixoxa no Mnuz Sh...
#Amandla Omnotho no Gugulethu Xaba Reflecting on Entrepreneurship in South Africa 27.11.2024 8:11
#Amandla Omnotho no Gugulethu Xaba Reflecting on Entrepreneurship in South Africa
#Ukhozifmvabs Sihle Ngubane, Ilungu le Portfolio Committee,Ake sizwe kabanzi ngomkhankaso wekomiti loMnyango wezaseKhaya ePhalamende wokulalela iziphakamiso zomphakathi ngoMthethosivivinyo wezemishado, iMarriage Bill. Esinye seziphakamiso sibandakanya uku 27.11.2024 12:18
Ake sizwe kabanzi ngomkhankaso wekomiti loMnyango wezaseKhaya ePhalamende wokulalela iziphakamiso zomphakathi ngoMthethosivivinyo wezemishado, iMarriage Bill. Esinye seziphakamiso sibandakanya ukuvikela labo abahlala ndawonye bengashadile ukuze bengasali dengwane uma sekuhlukanwa noma kukhona odlula emhlabeni. Lesiphakamiso sithinta umuzi kanjalo namanye amalungelo njengoba kwenzeka kulaba abasuke...
#Ezwesakhile :Buyi Zulu oneminyaka engu 33 uthungatha imoto yakhe ekhonjwa ezweni lase Swatini emuva kokuthi ubaba wezingane zakhe ebambise ngayo kade eboleke u-R17, 500. U-Buyi ongowaKwaDukuza eKZN uthi wathenga imoto ngo 2021 ngenhloso yokulekela ubaba 26.11.2024 17:10
#Ezwesakhile :Buyi Zulu oneminyaka engu 33 uthungatha imoto yakhe ekhonjwa ezweni lase Swatini emuva kokuthi ubaba wezingane zakhe ebambise ngayo kade eboleke u-R17, 500. U-Buyi ongowaKwaDukuza eKZN uthi wathenga imoto ngo 2021 ngenhloso yokulekela ubaba wezingane ukuthi akwazi ukusebenza kepha ngo June kulonyaka ubaba wezingane wanyamalala nemoto waze watholakala emuva kwamasonto ngaphandle kwayo...
Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.