ukhozi fm
Jabulujule 9 -12
Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, provide entertainment and build the nation. It tackles diverse issues, topics and news whilst also bringing the listener an assortment of the best of SA entertainment, current issues, debatable issues, to more light hearted and laid-back issues. The show is engaging, insightful, friendly and often tries to instil a spirit of togetherness amongst its listeners. Rural development, women empowerment, crime awareness, health and lifestyle are part of wh...
Where to listen?
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soonPodcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts
Episodes
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 16 March 2026 16.03.2026 13:52
Mam KHOZA ngake ngahlukumezeka othandweni, ngihlukunyezwa ngokwezezimali, wathi uyangithanda , ngamnika imali, engasebenzi kubheda, ngamgcwalisela ngemali efuna ukuqala ibhizinisi, ayikho into ewuthando. We mam Khoza ( Le gender ) ayizazi ifunani ngoba umuntu umenzela konke kodwa lomuntu uyaqhubeka ugijimisa izingane ezincane,udla yona lemali yami. Kukhona umuntu ongilalele njengamanje ,ozothi nga...
#Jabulujule - Tea time no Lady d 11 March 2026 11.03.2026 13:18
Ngingowesifazane owakhuleliswa owesilisa owayengangithandi futhi engenazo izinhloso ngami, kodwa wayefuna lokho ayeze ngakho. Ngebhadi ngakhulelwa lokho kwamphatha kabi. Waziqhelelanisa kimi nengane. Ngakwamukela lokho noma kubuhlungu, ngathatha isinqumo sokuyocinga kubo ngenzele ukuthi ingane uma ikhula ilazi ikubo. Kwahamba kahle lokho ubazali bakhe bajabula bathi ngeyabo ingane baya yamukela. K...
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 4 March 2026 04.03.2026 16:02
Ngiyabingelela kuwe Mam Khoza. Ngokuthunywa umndeni sikwa Mhlabuyalingana ngokuhlala sidinga usizo. Sinenkinga yokuhlushwa idlozi okwa-kumele lithathwe umama wethu kodwa wagcine engalithathanga. Manje uma siyobheka kubantu livela kithina sonke sizingane zakhe kanye nakubazukulu imbala. Kumanje lento iyasihlukumeza emndenini ngoba sivalelekile ezintweni kangangokuthi akekho noyedwa umuntu ose...
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 24 February 2026 24.02.2026 27:14
Mam Lady "D" ngomhlaka 5 December ka 2024 sabeka umfowethu omdala endliniyakhe yokugcina e West Park cemetery eGoli. Umfowethu ushone eseshade okwesibile. Esahlukanisa nomakoti wakhe omdala owayekade esemzalele izingane ezinhlanu. Eqinisweni ushonanje ubafo, ubesethenge umuzi khona eGoli ehlala nezingane angazizali zalomakotindini omusha nabazukulu bakhe, obengafunekuzwa lutho ngezingane zik...
Similar podcasts
Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.