ukhozi fm
Jabulujule 9 -12
Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, provide entertainment and build the nation. It tackles diverse issues, topics and news whilst also bringing the listener an assortment of the best of SA entertainment, current issues, debatable issues, to more light hearted and laid-back issues. The show is engaging, insightful, friendly and often tries to instil a spirit of togetherness amongst its listeners. Rural development, women empowerment, crime awareness, health and lifestyle are part of wh...
Be sure to visit the podcast's website and support the creator: www.ukhozifm.co.za
Where to listen?
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soonPodcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts
Episodes
#Jabulu Jule - Dr Nonkulueko Madondo - (Plus Size Women) - 13 October 2026 13.10.2026 11:12
UDkt. Nonkululeko Madondo ungumbhali, isikhulumi esikhuthaza siphinde sigqugquzele abantu (Motivational Speaker), kanye nomgqugquzeli wokuthi abantu bazamukele futhi bazithande izimo zemizimba yabo (Body Positivity), aphinde abe ngumeluleki kwezempilo yengqondo (Mental Wellness Consultant). Ungomunye wabantu abahamba phambili ekulweleni ukuthi abesifazane abanemizimba emikhulu (Plus Size Women) ba...
#Jabulu Jule - Teatime no Lady - 13 October 2026 13.10.2026 12:44
Nginomtwana ongumfana ona 13 years ongafuni ukuhlala ekhaya, uhamba ehlala emzini yabantu nakhona lapho esuke ehleli khona akukona ukuthi uhlala iskhathi eside uhlala usuku olulodwa noma ezimbili mese eya komunye umuzi uma esehamba kuloyo muzi, uhamba esemoshile ngokuntshotsha imali, amafoni mese eyabaleka akusekho la engaziwa khona into engiphatha kabuhlungu ukuthi lento ayenzayo uzolinyazwa aban...
#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu - World Sight Day - 13 October 2026 13.10.2026 17:34
World Sight Day
#Jabulu Jule - Ncipha bugebengu - U 57% wamacala okudunwa kwezimoto ezweni - 12 October 2026 12.10.2026 12:01
Ncipha bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu sikhuluma ngobugebengu ezifundazweni ezehlukene njengoba isifundazwe sase Gauteng, iWestern Cape, iEastern Cape kanye neKwaZulu-Natal kuseyizifundazwe ezihamba phambili ngokuba nesibalo esiphezulu samacala obugebengu abucayi nobuhleliwe. · U 57% wamacala okudunwa kwezimoto ezweni · U 54% wamacala okuthunjwa kwabantu
#Jabulu Jule -INGONO YOMSAMO no Professor VVO - 07 October 2026 07.10.2026 21:55
INGONO YOMSAMO no Professor sibheka udaba lokuthi U Malidoma Some ongumunye wabelaphi bendabuko ongasekho wase Burkina Fasso uthi ‘Isabelo sesiphiwo semimoya nosuke ethunywe kuwena njengedlozi, usuke ethwele amandla amakhulu okubona, ukwelapha, nokufundisa. Kodwa ugcina engasakuniki konke ngenxa yokwenza nokuziphatha nokukhuluma kwakho okunephunga okugcina umsebenzi ungasafezeki kowawabelwe...
#Jabulu Jule - Tea Time - Undodakazi wami wathunjwa ngabantu abangaziwa bafuna R25 000 indawo Emtuba - 07 October 2026 07.10.2026 12:47
Ngyabingelela mam DUDU nabalaleli bo KHOZI FM. Mam Khoza Ngicela ukuba u anonymous kuloludaba. Ngingowesfaze oneminyaka engu 38yrs. Ezinyangeni ezine ezedlule ngalahlekelwa undodakazi wam Okusolakala ukuth wathunjwa ngabantu abangaziwa abamthatha egcekeni ekhaya ngezikhathi zakusihlwa Kwathi ngosuku olulandelayo kwafona owesilisa ongazichazanga wathi nguye othathe undodakazi ucela simfakele imali...
#Jabulu Jule - Mnz Sphamandla Mkhwanazi - 05 October 2026 05.10.2026 14:58
Notha uJule ngezamabhizinisi. Namhlanje isihambeli sethu u Mnz Sphamandla Mkhwanazi onguMhlaziyi womnotho (Economist). Sikhuluma ngokwenyuka kwentengo ka Petrol no Diesel nokuthi lokhu kusho ukuthini kusomabhizinisi osakhula Kanye nomnotho weZwe. Abantu baseNingizimu Afrika bazobhekana nokukhuphuka kwamanani kaphethiloli nodizili, njengoba imininingwane yokuphela kwenyanga ekhishwe yi Central Ener...
#Jabulu Jule - Ncipha Bugebengu noPhindile Grootboom sikhuluma ngo Scam - 05 October 2026 05.10.2026 14:58
Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu, sekukaningi sizwa abantu bekhala ngokuqolwa kwabantu ngamagama abo. Namhlanje sikhuluma ngokuqikekela ukuthi umuntu angaluthwa kalula aze angene kwi Scam sokuqolwa. Sekukaningi sizwa abantu besola izinkampani ngokubaqola, sino Nkkz Phindile Grootboom oyi Regional Operations Manager kwa SABC ukuzoxwayisa abantu bangalutheki kodwa bacophelele
#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko no Siyabonga Mpungose (R40 000) - 30 September 2026 30.09.2026 16:00
Ikhaya Lamaciko no Siyabonga Mpungose bazomemezela Ohlomule ngesamba sika R40 000
#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO - 30 September 2026 30.09.2026 20:24
Professor VVO Mkhize Sikhuluma udaba lokuthi sibhekene nengwadla yokubulawa kwabantu besifazane. Ngabe mhlawumbe kusukaphi noma umkhokha osuzenza umlando esingawuvalanga? Lokhu akuqali namhlanje kusuka kude. Pho yini isibhebhetheko sakho esingaka? Singakunqanda kanjani ?
#Jabulu Jule - EmaHostela & Thandeka Radebe - 30 September 2026 30.09.2026 14:17
Thandeka Radebe
#Jabulu Jule - Khaya Ndwandwe - (Umlando wesibongo sakwa Mbuyazi) - 29 September 2026 29.09.2026 10:51
Sizokhuluma ngomlando wesibongo sakwa Mbuyazi No Khaya Ndwandwe ongungoti kwezesintu.
#Jabulu Jule - Gugu Majola ( National Albinism Awareness )- 29 September 2026 29.09.2026 20:01
National Albinism Awareness
#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu (Heart) - 29 September 2026 29.09.2026 16:58
Lolusuku lwanamhlanje luwusuku lokuqwashisa ngesifo seNhliziyo futhi lugxile ekuvimbeleni nasekuqwashiseni ngesifo seNhliziyo.
#Jabulu Jule - Ncipha bugebengu no Linda Thahane (Ngokusulwa kwerekhodi lezithupha ) - 28 September 2026 28.09.2026 10:30
Ncipha Bugebengu no Linda Thahane we Jotela Mtika Consulting sikhuluma ngokucishwa noma ngokusulwa kwerekhodi lezithupha ukuze umuntu ezokwazi ukuphinde aqashwe asebenze. Sinomlaleli esizokhuluma naye, owatholwa engenacala kodwa I admistration yabhala kwi system ukuthi unecala so kwafanele kusukunywe kulungiswe igama lakhe lisuke kubantu abathola ama charges
Similar podcasts
Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.