ukhozi fm
Jabulujule 9 -12
Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, provide entertainment and build the nation. It tackles diverse issues, topics and news whilst also bringing the listener an assortment of the best of SA entertainment, current issues, debatable issues, to more light hearted and laid-back issues. The show is engaging, insightful, friendly and often tries to instil a spirit of togetherness amongst its listeners. Rural development, women empowerment, crime awareness, health and lifestyle are part of wh...
Where to listen?
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soonPodcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts
Episodes
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 25 July 25.07.2023 14:21
Nginomuntu engithandana naye kusukela ngo 2021.ngiyamthanda ngayiyonke inhliziyo yami,uyangthanda naye savumelana ukuthi sizohlala ndawonye ngoba sonke sise eNewcastle kuzozama impilo. Inkinga yilana:lapho ubesebenza before ubehola imali incane, so ngacabanga ukumzamela umsebezi lapho engisebenza khona and kwasilungela lokho ngisebenza naye manje. Ngavuma ukusebenza naye ngoba ngiyamthanda and ake...
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 24 July - 24.07.2023 10:09
Sanibona basakazi bam Ngingowesilisa oneminyaka engu 40.Ngithandana nowesifazane(umama womntwana wami) Ngo 2017 sahlala ndawonye njengoba sasihlala ngokuhlukana eGoli ekuqaleni. Nansi inkinga. Sasihlala ngokuxabana size sibekane isandla kodwa emveni kwalokho kubuye kimi ukuthi nento ebesiyibanga ibingatheni. Ubethi mayehamba abantu ababonayo,bamtshele ukuthi ngeke alungelwe lutho, okubalwa nobudle...
#Jabulujule - Tea Time no Lady d 19 July 19.07.2023 14:34
Ngibingelele kuwena Mam Lady D kanye no Khozi ngisacela ningifihle mina ngingo wesifazane oneminyaka engu 26 sengineminyaka emithathu ngishadile Kanti futhi selokhe ngashada angijabule neze. Inkinga yami ukuthi umyeni wami usebenza kakhulu ngale ndlela exakile kuze kube ukuthi isikhathi sami akanaso nhlobo, umyeni wami ungumakhenika wezimoto futhi leli business lakhe limatasa ngempela ngoba ngosuk...
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 17 July 17.07.2023 8:38
Ngiyabingelela mam Dudu Khoza nethimba lakho osebenza nalo okhozinifm kanye nabalaleli bokhozi fm. Ngicela ukuba wu Ano nginenkinga lapha ngisacela abalaleli bengisize uma benolwazi mayelana nalento engibhekene nayo. Ngiwumuntu onobizo lwabadala kodwa ngiwumkhuleki nje ngisiza abantu ngingowesifazane oneminyaka engu 35, kunomuntu weslisa ebengithandana naye, ngesikhathi sisathandana senza lomseben...
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 12 July 13.07.2023 14:50
Mam Dudu bengisacela ukusizwa lana ngengane yendodakazi yami eyashona ngo 2016. Indodakazi yami engasekho emhlabeni eyashona ngo 2016, yathola ingane yentobazane eyithola komunye umlisa kanti kuzokwenzeka adlule emhlabeni. Uma siqeda ukungcwaba indodakazi yami yabe ke I (boy friend) yafuna ukuthatha ingane yabo ngala kumina njengo Gogo, kodwa ngoba ebengalobolanga njengoba esefuna ukuthatha umtwan...
Similar podcasts
Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.