ukhozi fm
Jabulujule 9 -12
Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, provide entertainment and build the nation. It tackles diverse issues, topics and news whilst also bringing the listener an assortment of the best of SA entertainment, current issues, debatable issues, to more light hearted and laid-back issues. The show is engaging, insightful, friendly and often tries to instil a spirit of togetherness amongst its listeners. Rural development, women empowerment, crime awareness, health and lifestyle are part of wh...
Where to listen?
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soonPodcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts
Episodes
#Jabulujule _ Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesilisa onenkinga noMama wengane yakhe. Umama wengane akafuni ukuthi lowesilisa ayibone ingane futhi ingane yazi ukuthi ubaba wayo. 06.05.2025 16:23
Ngibingelele Kuwena Mam Khoza nakumlaleli womsakazo UKHOZI FM, ingama lami ngingu Jabulani wakwa Masikane, ngingumshayeli wetekisi ngineminyaka engamashumi amathathu nesithupha (36 years) , ngidabuka endaweni yase Nquthu Ezicole, ngathandana nowesifazane wakwa Dabhazi, ngonyaka ka 2014, ingane wayithola ngonyaka ka 2015, lona wesifazane wathola omunye wesilisa bathandana kanti mina wasengixo...
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma noMmeli uMpumelelo Zikhala sixazulula inkinga yowesifazane onenkinga ngesihlukaniso(divorce) sakhe. 28.04.2025 17:07
Ngikubingelele Mama wakwa Khoza nakumlaleli woKHOZI FM.Ngingumuntu wesifazane osemncane. Indaba yami imi kanje, ngishade nomuntu onguthisha kwesinye sezikole eziseNquthu. Emshadweni wethu akuhambanga kahle ngenxa yezinkinga ebesinazo kulomshado wethu ngagcina sengihamba ngabuyela ekhaya. Ekuhambeni kwami mam Khoza ngibe sengithola umntwana. Kuthe ngonyaka odlule ngafaka isicelo sesahlukaniso(divor...
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 22 April 2025 22.04.2025 9:48
Mama wakwa Khoza ngibhalele ku Tea time ngoba ngixakekile,Ekuzalweni kwethu asigcinelwanga usiko lwako malume, kanti nobaba wethu wayengasi hlawulanga. Zike zabakhona izingqinamba eziningi engike ngahlangabezana nazo, bengiloku nginganaki ngoba bengingako hlakaniphi kangako futhi emuva kokudlula emhlabeni kuka gogo akekho obezikhathaza ngathi, ngisho nezihlobo bekungebona abantu esingakhalela kubo...
Similar podcasts
Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.