Jabulujule 9 -12

ukhozi fm

Education EN 2228 episodes

Where to listen?

Listen in your browser Replaio Web Available today
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soon

Podcasts are coming to the app soon - install now and be the first to see a whole new take on podcasts

Get it on Google Play

Install now - 5M+ downloads, 4.8 rating

Episodes

#Jabulu Jule - Nomusa Kweyama – Corporate Wellness - 07 July 2026 07.07.2026
#Jabulu Jule - Tea Time no Lady D - 07 July 2026 07.07.2026

Igama lami bengicela lingadalulwa, ngingowesifazane okuma 40s ngokweminyaka. Yazi mama ngibhala lencwadi ngoba ngifuna usizo kumndeni wokhozi. Indaba yami injena. Nginezingane ezimbili eyentombazane neyomfana, le yentombazane ubaba wayo washona le Montana ukhona uyaphila kodwa asisazwani sineminyanka ewu 7 sahlukana. Manje ngibe sengithola omunye umuntu emva kokuhlukana no baby daddy, manje inking...

#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu - 07 July 2026 07.07.2026

Sikhuluma ngezingqinamba eziba khona emsebenzini njengoku bhulishwa, ukungazwani nozakwenu noma abaphathi abakhuluma kabi kubasebenzi. Ukuthi ubhekana kanjani naleso simo uma ungumsebenzi ukuze ungangenwa kalula izifo ezingosomathuba

#Jabulu Jule -Mnz Cyril Mncwabe oyi Provincial Manager yakwa Home Affairs ngaloludaba - 06 July 2026 06.07.2026

Silandela udaba lwezithandani zaseZimbabwe ezafika la eNingizimu Africa zinganawo amaphepha asemthethweni, zahlala zaze zathola indodakazi eneminyaka ewu 18 njengamanje kanti nayo ayinawo amaphepha ukuba kuleli. Lengane ikhuleliswe umuntu wakhona la eNingizimu Africa ingane yabo inamasonto awu 45 izalelwe la eNingizimu Africa nayo ayinawo amaphepha manje sekumele ibuyele ezweni lase Zim inkinga na...

#Jabulu Jule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Bhengu (Fraud) - 06 July 2026 06.07.2026

Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu oyinhloko yakwa SAPS esifundazweni saKwaZulu Natali ophikweni le Criminal Record and Crime Scene Management Kwa-Zulu Nata

IKHAYA LAMACIKO no Siyabonga Mpungose - 01 July 2026 01.07.2026

samukela izimbongi ezimbili Majikeduze imbongi 2. Owesh imbongikazi

#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO (Sekumnyama kunakuqala. Kanti yini okwakufanele yenziwe ? ) - 01 July 2026 01.07.2026
#Jabulu Jule - EmaHostela & Nkeshemba - 01 July 2026 01.07.2026
#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu - 30 June 2026 30.06.2026

Ngeledlule besikhuluma ngezinto ekumele uzigweme uma uwumuntu wesilisa ukuze uzokwazi ukuba nembewu eyanele ube ubaba ngokuba nezingane,  uDokotela uzobe ephundula imibuzo yabalaleli

#Jabulu Jule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Bhengu - 29 June 2026 29.06.2026

Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu oyinhloko yakwa SAPS esifundazweni saKwaZulu Natali ophikweni le Criminal Record and Crime Scene Management Kwa-Zulu Natal. Njengoba sisakwinyanga yabantu abasha, sikhuluma nomuntu omusha owehlelwa isimo esashintsha impilo yakhe. Sixoxa no Lethukuthula owaphucwa imoto washiywa esele nesikhindi sangaphansi emva kokuphucwa imoto, wazithola ehlukumezeka ng...

#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - 23 June 2026 23.06.2026

kubungazwa oBaba eNingizimu Africa, sisaqhuba kulelo giya ngoba umuntu wesilisa ubalulekile ekhaya nasemphakathini. Siyazi ukuthi akusiwownke umuntu onguBaba, abanye bayafisa kodwa isimo sempilo singavumi so namhlanje uDokotela uzobe eqwashisa, efundisa ngezindlela zokuthi umuntu wesilisa akwazi ukwandisa umndeni, wonke umuntu abizwe ngobaba kungabi khona osala ngaphandle. (Tips on increasing stro...

#Jabulu Jule - Tea Time (Ngingowesifazane othandana nabanye besifazane) - 23 June 2026 23.06.2026

Ngiyabingelela emsakazweni ohamba phambili, ithimba lonke le Jabulujule nabalaleli emakhaya. Ngingowesifazane othandana nabanye besifazane, ngiganiwe manje ngifuna ukuthatha owesibili manje inkinga ubeshadile ngaphambilini nomunye wesifazane. Inkinga ke ilo wesifazane abeshade naye ongafuni ukusayina amaphepha esehlukaniso ngoba ethi usafuna kube nemali abahlukaniselana yona. Okuyinkinga ukuthi uv...

#Jabulu Jule - Ngikhulekise no Ps Thomas Hadebe - 18 June 2026 18.06.2026
#Jabulu Jule - IKHAYA LAMACIKO no Siyabonga Mpungose -17 June 2026 17.06.2026
DJ ZAIZO-THE KING(MASKANDI MIX)JABULUJULE 17.06.2026
#Jabulu Jule - Tea Time no Lady D - 17 June 2026 17.06.2026

Nginenkinga la 4yrs back ngasukelwa uMakoti wakwaMakhelwane uthi wazaliswa ubaba omdala wezingane zami, kuthe kunosiko Kubo kamyeni wami. Kuthe Sekusondele usuku lokuthi kwenzelwe ingane yami usiko AFIKE kimi 10 min umakoti wakamakhelwane athi ucela ukuthi Uma sekwenzelwa eyami kufakwe neyakhe, ngase ngithi ngicela ahambe akhulume nobabo mdala Kube uyena okhuluma nomyeni wami, angakwenzi lokho ngo...

#Jabulu Jule - Youth Talk no ManCekza - 16 June 2026 16.06.2026
#Jabulu Jule - Mental Health no Langelihle Mngxati - 16 June 2026 16.06.2026

Intsha ka 1976 yayilwela ilungelo lokufundiswa ngezilimi ezingena ngcindezelo, eyanamuhla intsha yona ilwa no khwantalala lwe mental health olugcina luyifaka ezidakamizweni nasekuthatheni izimpilo zayo ngokwayo.  

#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu ( HIV ) -16 June 2026 16.06.2026

Emasontweni amabili edlule, kwethulwe ngokusemthethweni umjovo wokuvikela umuntu ukuthi angalitholi igciwane le HIV, sizozwa kabanzi ukuthi usiza kanjani lomjovo u Dr Nomcebo Mthembu uzowuchaza kahle ukuthi usebenza kanjani

#Jabulu Jule - Dr Dumisani Zuma odume ngelika Baba u Dokotela - 15 June 2026 15.06.2026

Dr Dumisani Zuma odume ngelika Baba u Dokotela ezinkundleni zokuxhumana.

#Jabulu Jule -Notha uJule ngezamabhizinisi no Mpumelelo Zikalala ( I Will i iyini ) - 15 June 2026 15.06.2026

sicela uqale ngokuyichaza I Will ukuthi iyini, futhi kungani kubalulekile ukuthi wonke umuntu abe nayo?

#Jabulu Jule - Ncipha Bugebengu no Linda Thahane - 15 June 2026 15.06.2026

Ncipha Bugebengu no Linda Thahane oyi Director ka Jotela Mtika Consulting. Sikhuluma nge Incorrect finger prints capturing, ukuphambana kwembiko uma kuthathwa izithupha nokuthi kunamuphi umthelela ekukhipheni igama lakho ohlwini labantu abanamarekhodi okuginqa izithupha

#Jabulu Jule - Ngikhulekise no Ps Khaya Mthethwa - 11 June 2026 11.06.2026
#Jabulu Jule - EmaHostela & Feza - 10 June 2026 10.06.2026
#Jabulu Jule - Sino Dr Vuyo Olona ozosithatha asibeke ngolwazi lezempilo - 09 June 2026 09.06.2026

About the podcast

Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, provide entertainment and build the nation. It tackles diverse issues, topics and news whilst also bringing the listener an assortment of the best of SA entertainment, current issues, debatable issues, to more light hearted and laid-back issues. The show is engaging, insightful, friendly and often tries to instil a spirit of togetherness amongst its listeners. Rural development, women empowerment, crime awareness, health and lifestyle are part of what characterizes the show. The show sets out to inspire & uplift, inform and give insight, educate and empower, all while entertaining the listener.

Author

ukhozi fm

Category

Education

Podcast website

www.ukhozifm.co.za

Language

EN

Episodes

2228

Latest episode

Jul 7, 2026

Listen to the Jabulujule 9 -12 podcast in Replaio

Radio and podcasts in one app - free, with no sign-up

Get it on Google Play

Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.