ukhozi fm

Ukhozi Breakfast

Vee Mthembu and Mroza

Vizitează neapărat site-ul podcastului și susține-i creatorul: www.ukhozifm.co.za

Autor

ukhozi fm

Categorie

Technology

Site-ul podcastului

www.ukhozifm.co.za

Cel mai nou episod

16 oct. 2026

Unde asculți?

Podcasturi în aplicație Replaio Radio În curând

Podcasturile ajung în curând în aplicație. Instaleaz-o acum și fii primul care descoperă o abordare complet nouă a podcasturilor

Descarcă din Google Play Instalează gratuit Android aproape 10 mil. descărcări · nota 4,8 iOS în curând

Episoade

#Workersday :Sibungaza usuku lwabasebenzi 01.05.2025
#Amazwi okuqalausuku : S.J. Mkhize 30.04.2025
#Vuk'qonde kabanzingezezimali no Sfiso Nala :Ezolimo zibaluleke kakhulu empilweni ngoba isisu asikweletwa. Nakwezamabhizinisi loluhlobo lwebhizinisi obelunganakekile kwabanyama seluyadlondlobala futhi sebeyanda abafudukela kulo. Namuhla sizokhuluma ngezin 30.04.2025

#Vuk'qonde kabanzingezezimali no Sfiso Nala :Ezolimo zibaluleke kakhulu empilweni ngoba isisu asikweletwa. Nakwezamabhizinisi loluhlobo lwebhizinisi obelunganakekile kwabanyama seluyadlondlobala futhi sebeyanda abafudukela kulo. Namuhla sizokhuluma ngezindlela ezibalulekile uma ufisa ukungena kulo.

#Vuk'qonengezobuchwepheshe: no Sphumele Zondi 24.04.2025

mali engenayo yomculo e-Sub-Saharan Africa inyuke yafinyelela ku-R1.84 billion okokuqala ngqa onyakeni odlule. ISpotify ithi eNingizimu Afrika, abaculi baphinde bahola imali eyizigidi ezingama-400 ngonyaka odlule. SKwazise sasike saba nezinkinga ezinkulu zobugebengu bokukokotelwa komculo, phecelezi music piracy.

#Vuka'uqondengezezimali : Sfiso Nala huluma Ngezezimali Ebudlelwaneni bakho. 23.04.2025

VUKA UQONDE NGEZEZIMALI: Sfiso Nala Ukubaluleka KokuKhuluma Ngezezimali Ebudlelwaneni bakho.

#Ukhozifmvabs:Ingabe isithembiso senkululeko sifezeke ngempela kubo bonke abantu baseNingizimu Afrika? Sixoxa noMnuz Thami KaPlaatjie, ongomunye waMalungu oMkhandlu weFreedom Park. 22.04.2025

#Ukhozifmvabs:Ingabe isithembiso senkululeko sifezeke ngempela kubo bonke abantu baseNingizimu Afrika?  Sixoxa noMnuz Thami KaPlaatjie, ongomunye waMalungu oMkhandlu weFreedom Park.

#Amazw'okuqala usuku : Lindokuhle Mbambo 22.04.2025
#UkhozifmVabs:Sikhuluma noDokotela wamazinyo ukukhumbuzana ngokubalulkea 17.04.2025

#UkhoziFmVabs :Sikhuluma noDokotela wamazinyo ukukhumbuzana ngokubalulkea

#Amazw'okuqala usuku: Scelo Ngubane 15.04.2025
#Amazw'okuqala usuku :Mathula Mkhize 14.04.2025
#Ukhozifmvabs : sixoxa no Ibanathi Mpungose #JusticeforCwecwe 11.04.2025
#Vuk'qondekabanzingezobuchwepheshe :Kunesikhulu isikhihlo sikaNandi emaNyuvesi emhlabeni wonke 5 Min 1 jikelele njengoba ukufika kwe- AI, ubuchwepheshe obuyi- Robot obuphendula noma iyiphi imibuzo yakho ngokuqoqa ulwazi kwi- Internet. Lama- Apps e- AI a 10.04.2025
#Vuk'uqondekabanzi ngezomnotho no Sfiso Nala :Inkululeko yezomnotho 10.04.2025
#UkhozifmVabs :Sikhuluma noDr. Biyela oyi- Psychologist, uDokotela wenqondo ngama- red & green flags ekumele siwaqaphele ebudlelwaneni bethu. 03.04.2025
#Vukaqondengezezimali no Sfiso Nala :Kunabantu abaziphilisayo ngokudayisa izinto ezahlukene, abanye ukudla okuphekiwe, inyama, imifino, izithelo, abanye izinto zokugqoka, nokunye-nokunye. Labantu bakwazi ukuxosha ikati eziko bundle imindeni yano. Namuhla 02.04.2025

#Vukaqondengezezimali no Sfiso Nala :Kunabantu abaziphilisayo ngokudayisa izinto ezahlukene, abanye ukudla okuphekiwe, inyama, imifino, izithelo, abanye izinto zokugqoka, nokunye-nokunye. Labantu bakwazi ukuxosha ikati eziko bundle imindeni yano. Namuhla sizokhuluma ngohlobo wamabhizinisi okuthiwa i-Informal business.

#UkhoziFMVabs : Ingxoxo ekhethekile no Baba Qhude 01.04.2025
#Amazwi okuqala usuku : Paul Nzimande 31.03.2025
#Amazwi okuqala usuku : DR Nelisiwe Zimu 26.03.2025
#Ezwenisakhile :Sixoxa nabafundi bezikhungo eziphakeme ezahlukene abanganeme ngendlela izicelo zabo eziphethwe ngayo isikhwama esixhasa abafundi i-National Students Financial Aid Scheme. Umfundi wokuqala ophuma eMfolozi College eBhambanana Campus KwaMhlab 25.03.2025

#Ezwenisakhile :Sixoxa nabafundi bezikhungo eziphakeme ezahlukene abanganeme ngendlela izicelo zabo eziphethwe ngayo isikhwama esixhasa abafundi i-National Students Financial Aid Scheme. Umfundi wokuqala ophuma eMfolozi College eBhambanana Campus KwaMhlabuyalingana eKZN usola lesikhungo ngokumqiliga ukuthi akhethe ukuhlala ngaphakathi kunokuthi athole imali ye transport. Owesibili ukhala ngokuthi...

#Amazwi okuqala osuku :Paul Nzimande 25.03.2025
#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye 25.03.2025
#Amazw'okuqala usuku : Scelo Mncube 14.03.2025
#Amazw'okuqala usuku :Dr Ngogi Mahaye 12.03.2025
#Ezwenisakhile :Namhlanje sidingida udaba oluthinta abafundi base UNISA abafundela ubuthishela abakhala ngokushintshwa kohlelo lokufunda phecelezi i-curriculum kanye ne app yokugada abafundi uma bebhala, i-invigilator app. I-UNISA ithi yaqala ukwazisa aba 11.03.2025

Namhlanje sidingida udaba oluthinta abafundi base UNISA abafundela ubuthishela abakhala ngokushintshwa kohlelo lokufunda phecelezi i-curriculum kanye ne app yokugada abafundi uma bebhala, i-invigilator app. I-UNISA ithi yaqala ukwazisa abafundi ngalolushintsho kusukela ngo 2018 babanika nencazelo egcwele ngalolushintsho. Sixoxa nabafundi abangathandanga ukudalula amagama abo kanye no Mandla Shaban...

#Amazw'okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu 11.03.2025

Ascultă podcastul Ukhozi Breakfast în Replaio

Radio și podcasturi într-o singură aplicație - gratuit și fără înregistrare. Instaleaz-o azi și nu rata lansarea

Descarcă din Google Play

Replaio nu este editorul podcasturilor; numele emisiunilor, coperțile și materialul audio aparțin autorilor lor și sunt distribuite prin fluxuri RSS publice