ukhozi fm
Ukhozi Breakfast
Vee Mthembu and Mroza
Vizitează neapărat site-ul podcastului și susține-i creatorul: www.ukhozifm.co.za
Autor
ukhozi fm
Categorie
Site-ul podcastului
Cel mai nou episod
19 oct. 2026
Unde asculți?
Podcasturi în aplicație Replaio Radio În curândPodcasturile ajung în curând în aplicație. Instaleaz-o acum și fii primul care descoperă o abordare complet nouă a podcasturilor
Episoade
Ezweni Sakhile: Sekuvulwe icala ngodaba oluthinta abantu abathi bakhishwa ngendluzula ezindlini zomxhaso kwa H eMlazi. Uzokhumbula mlamleli ukuthi loludaba sike saluvakashela ngenyanga edlule okwaholela ekutheni loludaba luphathwe ozakwethu bezindaba zika 14.05.2024 10:08
Ezweni Sakhile: Sekuvulwe icala ngodaba oluthinta abantu abathi bakhishwa ngendluzula ezindlini zomxhaso kwa H eMlazi. Uzokhumbula mlamleli ukuthi loludaba sike saluvakashela ngenyanga edlule okwaholela ekutheni loludaba luphathwe ozakwethu bezindaba zikamabonakude. Sesiyalulandelela ke nathi nomunye walaba abakhishwa ezindlini uBawinile Zuma, kodwa ngaphambi kokuthi sikhulume no Bawinile, ake siq...
#UkhozifmVabs :Imbiko yamaphphandaba angempelasonto ithi, amaphoyisa asechithe imali elinganiselwa kuka R2,2 billion wamarandi ngezinxephezelo zabantu ababoshwe ngokungemthetho kusukela ngonyaka ka 2018. Ake sikhulume kabanzi nommeli uMnuz Thabani Mpungos 13.05.2024 15:23
Imbiko yamaphphandaba angempelasonto ithi, amaphoyisa asechithe imali elinganiselwa kuka R2,2 billion wamarandi ngezinxephezelo zabantu ababoshwe ngokungemthetho kusukela ngonyaka ka 2018. Ake sikhulume kabanzi nommeli uMnuz Thabani Mpungose ovela kwi Mpungose Attorneys
#Ezweni sakhile :Feature: Ezweni Sakhile: Namhlanje sikhuluma nomndeni wakwa Mnguni ngodaba oluthinta ingane yabo u-Lwandile osekuphele iminyaka emibili engafundi emva kokudubuleka ekhanda ngenhlamvu yesbhamu engaziwa ukuthi yayi qhamuka kuphi. Lenhlekele 07.05.2024 13:40
#Ezweni Sakhile: Namhlanje sikhuluma nomndeni wakwa Mnguni ngodaba oluthinta ingane yabo u-Lwandile osekuphele iminyaka emibili engafundi emva kokudubuleka ekhanda ngenhlamvu yesbhamu engaziwa ukuthi yayi qhamuka kuphi. Lenhlekelele yenzeka e-Clarermont ngonyaka ka 2021. Sikhuluma no mama ka Lwandile u-Mbalenhle kanye no Lwandile, sizophinde sikhulume no Mhlaba Memela, okhulumela umnyango Wezenhla...
#Ezweni sakhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa emahhovisi ka-RAF yonke l 30.04.2024 15:32
#Ezweni SAkhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli f...
#Ukhozifmvabs: Ayabonga Cawe, uSomnotho wezentuthuko. 29.04.2024 10:45
#Ukhozifmvabs: Ayabonga Cawe, uSomnotho wezentuthuko.
Replaio nu este editorul podcasturilor; numele emisiunilor, coperțile și materialul audio aparțin autorilor lor și sunt distribuite prin fluxuri RSS publice