ukhozi fm

Ukhozi Breakfast

Vee Mthembu and Mroza

Não deixe de visitar o site do podcast e apoiar quem o produz: www.ukhozifm.co.za

Autor

ukhozi fm

Categoria

Technology

Site do podcast

www.ukhozifm.co.za

Último episódio

19 de out de 2026

Onde ouvir?

Podcasts no app Replaio Radio Em breve

Os podcasts estão chegando ao app. Instale agora e seja o primeiro a descobrir um jeito totalmente novo de curtir podcasts

Baixe no Google Play Instale grátis Android 5 mi+ downloads · nota 4,8 iOS em breve

Episódios

#Ezwenisakhile :Sibheka udaba oluthinta omama ababili abasola izibhedlela zase KZN ngokuduka kwezingane zabo ngesikhathi beyoteta. Odabeni lokuqala u-Nqobile Buthelezi wase Folweni eThekwini uthi wathola amaphepha amabili ayesho ukuthi utete amawele elomf 18.02.2025

#Ezwenisakhile :Sibheka udaba oluthinta omama ababili abasola izibhedlela zase KZN ngokuduka kwezingane zabo ngesikhathi beyoteta. Odabeni lokuqala u-Nqobile Buthelezi wase Folweni eThekwini uthi wathola amaphepha amabili ayesho ukuthi utete amawele elomfana nelentombazane kodwa waphuma e-theatre nosana olulodwa olwentombazane kuphela. Wagcina engayitholanga incazelo egcwele ngokuthi kwenzakalani...

#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu 18.02.2025
#UkhozifmVabs :Siphetha isonto ngezindaba ezingemnandi zokudlula emhlabeni kuka Senamile Masango obengu Sosayensi waKwaNongoma eKZN. USenamile obeyi-Nuclear Scientist, ubethathwa njengabanye besifazane abamnyama ababe ngumhlahlandlela kulo mkhakha. USenam 18.02.2025

#UkhozifmVabs :Siphetha isonto ngezindaba ezingemnandi zokudlula emhlabeni kuka Senamile Masango obengu Sosayensi waKwaNongoma eKZN. USenamile obeyi-Nuclear Scientist, ubethathwa njengabanye besifazane abamnyama ababe ngumhlahlandlela kulo mkhakha. USenamile ubephinde abe ngowesifazane wokuqala owasebenzela i-European Organisation for Nuclear Research. Ushone esenza iPhD in Nuclear Science. Sixoxa...

Ingxoxo ekhethekile noXolile Nkabinde Sibisi - Othathe isicoco sokuba uthisha ovelele amahlandla amathathu emhlabeni wonke jikelele 17.02.2025
Vuka uqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu - Thandiwe (17 kuNhlolanja 2025) 17.02.2025
Ingxoxo noThandiwe Zulu wenhlangano elwela amalungelo omphakathi iBlack Search - uthi bafisa unqongqoshe wezezimali amemezele ukukhushulwa kwezimali zesibonelelo 17.02.2025
#AMAZWI - Paul Nzimande 17.02.2025
#UkhozifmVabs :Unggongqoshe weZempilo eKZN u-Nomagugu Simelane useziphikisile izinsolo zokuthi kunezibhedlela nemitholampilo ezishoda ngemithi esifundazweni. Ukusho lokhu kade ekhuluma no Tu Mhlaba ohlelweni Abasiki Bebunda izolo kusihlwa. Lezinsolo zisuk 12.02.2025

#UkhozifmVabs :Unggongqoshe weZempilo eKZN u-Nomagugu Simelane useziphikisile izinsolo zokuthi kunezibhedlela nemitholampilo ezishoda ngemithi esifundazweni. Ukusho lokhu kade ekhuluma no Tu Mhlaba ohlelweni Abasiki Bebunda izolo kusihlwa. Lezinsolo zisukela eqenjini lezepolitiki i-Action SA elithi lihlangabezane nezikhalazo zabantu abakulenkinga ezinkundleni zokuxhumana. Ake sicaphune inkulumo eb...

#Ezwenisakhile :Sixoxa no Ntombifuthi Khumalo wase Bergville eDukuza ozama ukutholela ingane yakhe yomfana eneminyaka engu 9 usizo. Lomfanyana ofunda uGrade 4 unesifo odokotela bakhe abathi i- hygroma lapho uhlangothi lobuso bakhe lubukeka luvuvukele ngat 12.02.2025

#Ezwenisakhile :Sixoxa no Ntombifuthi Khumalo wase Bergville eDukuza ozama ukutholela ingane yakhe yomfana eneminyaka engu 9 usizo. Lomfanyana ofunda uGrade 4 unesifo odokotela bakhe abathi i- hygroma lapho uhlangothi lobuso bakhe lubukeka luvuvukele ngathi lulukhulu kunolunye, futhi ngathi luyawa bese lumnyama ngebala. Lokhu sekudlulele nasonyaweni olungakuhlangothi olufanayo, nalo olukhulu kunol...

#Amazwi okuqala usuku :Dr Nelisiwe Zimu 11.02.2025
#Amazwi: Paul Nzimande 10.02.2025
#UkhozifmVabs:Namhlanje sixoxa ngodaba lwentsha ebonakala iya ngokuzinikela ebugebengwini kulandela ukubulawa kowesolwa ngokuba umholi wemgulukudu i-West Gang yase Nanda eThekwini. U-Mnqobi Ndimande okubikwa ukuthi ubeneminyaka engu 22 wabulalwa ngenkathi 10.02.2025

#UkhozifmVabs:Namhlanje sixoxa ngodaba lwentsha ebonakala iya ngokuzinikela ebugebengwini kulandela ukubulawa kowesolwa ngokuba umholi wemgulukudu i-West Gang yase Nanda eThekwini. U-Mnqobi Ndimande okubikwa ukuthi ubeneminyaka engu 22 wabulalwa ngenkathi bedubulana namaphoyisa ngenyanga edlule. Ubengcwatshwa kulempelasonto esiphuma kuyo. Nakuba esolwa ngamacala afana nawokubulala, ukuphanga nokus...

#UkhozifmVabs:Namhlanje sibheka udaba lokulothiswa phecelezi i-cremation. Lokhu kulandela isimemezelo esenziwe umkhandlu wedolobha lase Goli ngesimo sokugcwala kwamathuna noma ama cemetery. Umkhandlu uthi kwawu 42 akhona, angu 39 asegcwele. Enye yezindawo 06.02.2025
#UkhozifmVabs:Global Trade Wars and their effect on South Africa / Africa 05.02.2025

#UkhozifmVabs:Global Trade Wars and their effect on South Africa / Africa

#Ezwenisakhile:sixoxisana no Andiswa Tokota ohlala eThekwini osola lowo ayethandana naye ngokumqola imali engango R400, 000. U-Andiswa oneminyaka engu 35 uthi wahlangana nalomlisa ngo 2020, uthi uthando lwabo lwaluvutha amalangabi kwaze kwafika lapho emce 04.02.2025

#Ezwenisakhile:sixoxisana no Andiswa Tokota ohlala eThekwini osola lowo ayethandana naye ngokumqola imali engango R400, 000. U-Andiswa oneminyaka engu 35 uthi wahlangana nalomlisa ngo 2020, uthi uthando lwabo lwaluvutha amalangabi kwaze kwafika lapho emcela khona ukuthi amthengele i-truck elisha emuva kokufelwa i-truck ebekade esebenza ngalo. U-Andiswa uqhubeka athi wagcina evumile ukuyoboleka ima...

#Amazw'okuqala usuku :Dr Ngogi Mahaye 04.02.2025
#Amazw'okuqala usuku :Paul Nzimande 04.02.2025
#Amazw'okuqala usuku : Musa E Zulu 03.02.2025
#UkhozifmVabs :Silandela udaba lokubulalwa kwamasosha angu 13 ombutho wakuleli iSouth African National Defence Force ngesikhathi etholana phezulu namavukelambuso iM23 eDemocratic Republic of Congo. Sixoxisana no Lundi Witbooi owayeyilungu le SANDF iminya 30.01.2025

#UkhozifmVabs :Silandela udaba lokubulalwa kwamasosha angu 13 ombutho wakuleli iSouth African National Defence Force ngesikhathi etholana phezulu namavukelambuso iM23 eDemocratic Republic of Congo.  Sixoxisana no Lundi Witbooi owayeyilungu le SANDF iminyaka elishumi, washiya ngonyaka ka 2023. Sizophinde sixoxisane no Jeff Dubazana ophuma kwinyunyana iSANDU

Namhlanje sibheka udaba lwalabo asebefunde bagogoda kepha besabhekene nomqantsa wokungawutholi umsebenzi. Lokhu kulandela umbhikisho wodokotela abakhala ngokweswela umsebenzi nakuba sebeqeqeshwe baqeda. Labo dokotela bebeqhinqe emahhovisi kahulumeni eMgun 29.01.2025

Namhlanje sibheka udaba lwalabo asebefunde bagogoda kepha besabhekene nomqantsa wokungawutholi umsebenzi. Lokhu kulandela umbhikisho wodokotela abakhala ngokweswela umsebenzi nakuba sebeqeqeshwe baqeda. Labo dokotela bebeqhinqe emahhovisi kahulumeni eMgungundlovu eKZN kusukela ngoMsombuluko nalapho benikezele khona ngohlu lwezikhalazo zabo. Sixoxa no Dr Kenneth Sithole obeyingxenye yalombhikisho k...

#Amazw"okuqala usuku :Dr Ngogi Mahaye 29.01.2025
#Ezwenisakhile :Sixoxa noNkosikazi Gugulethu Malinga ohlala endaweni yase Lovu eningizimu yeTheku ofuna ubulungiswa kulandela ukudlula emhlabeni kwendodakazi yakhe ngendlela athi esolisayo ngonyaka ka 2022. U- Malinga oneminyaka engu 71 uthi ngosuku lwesi 28.01.2025

#Ezwenisakhile :Sixoxa noNkosikazi Gugulethu Malinga ohlala endaweni yase Lovu eningizimu yeTheku ofuna ubulungiswa kulandela ukudlula emhlabeni kwendodakazi yakhe ngendlela athi esolisayo ngonyaka ka 2022. U- Malinga oneminyaka engu 71 uthi ngosuku lwesigameko wafonelwa umkhwenyana wendodakazi yakhe imtshela ukuthi uzibulele. Uma efika emzini wabo wafica isidumbu sendodakazi yakhe emva kwendlu si...

#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu 28.01.2025
#Amazwi okuqala usuku :Paul Nzimande 28.01.2025
#Vukaqonde kabanzi ngokwesimo sezulu no Thandiwe Gumede : California fires 27.01.2025

#Vukaqonde kabanzi ngokwesimo sezulu no Thandiwe Gumede : California  fire

Ouça o podcast Ukhozi Breakfast no Replaio

Rádio e podcasts em um só app - grátis e sem cadastro. Instale hoje e não perca o lançamento

Baixe no Google Play

O Replaio não é o publicador dos podcasts; os nomes dos programas, as capas e o áudio pertencem aos seus autores e são distribuídos por feeds RSS públicos