ukhozi fm
Ukhozi Breakfast
Vee Mthembu and Mroza
Where to listen?
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soonPodcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts
Episodes
HLAZIYA IPOLITIKI NGOLIMU LWAKHO NO NHLANHLA MTAKA 20.05.2019 9:44
Umhlaziyi wezepolitiki u Nhlanhla Mtaka Uqhekeko ngaphakathi eqenjini i DA emva kokhetho. ISIDLOSASEKUSENI
KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO_SEWUKE WAZIBHEKA WENA UQOBO? 20.05.2019 9:58
Sthembiso Zondo Sewuke wazibheka yini wena uqobo uyazazi yini ukuthi ubhekephi nempilo futhi nokuthi uyazazi yini. ISIDLOSASEKUSENI
EZOMTHETHO CUSTOMARY MARRIAGE/ LAW (UMSHADO WESINTU) 15.05.2019 10:42
Advocate Sibusiso Mlonde ukhuluma ngendaba yomshado wesintu ukuthi uzivikela kanjani. ISIDLOSASEKUSENI
EZOMTHETHO_IZINHLOBO ZOMSHADO OKUMELE UZAZI NGAPHAMBI KOKUSHADA NOKUSHADELWA 15.05.2019 10:07
Advocate Sibusiso Mlonde Usiluleka ngemishado ngaphambi kokungena emshadweni. ISIDLOSASEKUSENI
PHILA NESIDLO SASEKUSENI_MENTAL HEALTH,ILLNES,BREAKDOWN,DISORDERS 14.05.2019 7:44
Dr Ntsiki Molefe- Osman Ukhuluma ngesimo somqondo womuntu ngokugula okuhlukene. ISIDLOSASEKUSENI
EZOMNOTHO _IKUSASA LOMNOTHO ESOUTH AFRICA EMVA KOKHETHO LUKA 2019 14.05.2019 9:04
Gugulethu Xaba Kuzohamba kanjani kumnotho wase South Africa ngemuva kwalolukhetho lwango 2019. ISIDLOSASEKUSENI
HLAZIYA IPOLITIKI NONHLANHLA MTAKA_EZOKHETHO 13.05.2019 11:26
Nhlanhla Mtaka Singasho ukuthi u 2019 ucishe walalisa amadoda amaningi ezibhedlela> ISIDLOSASEKUSENI
MOTIVATION STHEMBISO ZONDO_QAPHELA ABANGANI BAKHO 13.05.2019 6:06
Sthembiso Zondo uthi qaphela qaphela qaphela
EZOMNOTHO NO GUGULETHU XABA_OSOMABHIZINISI BEPOLITIKI 07.05.2019 7:59
Abantu bayathanda okuba osomabhizinisi bepolitiki kuvulwa amaqembu epolitiki ngapha nangapha, ubuhle nobubi balokho emnothweni wethu. ISIDLOSASEKUSENI
ABESILISA ABANGAKWAZI UKUKHULELISA PART 2 07.05.2019 13:56
Dr Sandile Shabalala usitshela ngezinkomba nangezizathu eziyimbangena yokuthi umuntu wesilisa angakwazi ukukhulelisa. ISIDLOSASEKUSENI
ZODWA WABANTU WETHEMBISE UMSHADO ISOKA LAKHE 06.05.2019 8:10
Besikhuluma no Zodwa Wabantu emva kokuthembisa isoka lakhe umshado esidlangalaleni. ISIDLOSASEKUSENI
HLAZIYA IPOLITIKI NGOLIMU LWAKHO_NHLANHLA MTAKA 06.05.2019 10:46
Kwenziwa yini sekunamaqembu amaningi kangaka ezepolitiki futhi kusho ukuthini ngekusasa le Ningizimu Africa? ISIDLOSASEKUSENI
MOTIVATION NO STHEMBISO ZONDO_QALA KABUSHA 06.05.2019 3:39
Sthembiso Zondo empilweni uqala kanjani kabusha? abantu bokuqala ubasusayo abangani abangayi lapho uya khona, bheka ukuthi yini lena oyibona njalo ngoba amathuba okuthi ube yiyo maningi. ISIDLOSASEKUSENI
PERSONAL TRAINERS Vs UMPHAKATHI 03.05.2019 17:31
Amadoda akhulume nathi awajabulile ngendaba yama Personal Trainer (Abajimisayo) abalaleli basho uvo lwabo kanjalo nabasakazi ngokunjalo u Tshatha no Nongcebo sivale ngayo i personal trainer uqobo lwayo uMdu Green. ISIDLOSASEKUSENI
EZEZIMOTO NOBUCHWEPHESHE 02.05.2019 4:53
MR FIX IT: Uyasiluleka ngobugebengu obenziwa omakhenikha uma uyolungisa imoto kubona ungumuntu wesifazane uveza ukuthi bakurobha kanjani...ISIDLOSASEKUSENI
Dr Molefe-Osman ABESILISA ABANGAKWAZI UKUKHULELISA 30.04.2019 7:47
Enaba kabanzi ngabesilisa bakuleli abanenkinga yokungakwazi ukukhulelisa (Male Infertility).. ISIDLOSASEKUSENI
OWESIFAZANE OMNYAMA WOKUQALA UKUSHAYELA AMABHANOYI EZIMPI (COMBAT PILOT) 30.04.2019 9:08
Sikhuluma no Major Mandisa Mfeka usichazela ukuthi wangena kanjani kulomkhakha wokushayela izindiza zezimpi..(Combat Pilot)ISIDLOSASEKUSENI
AMANDLA OMNOTHO_AMADAYIMANE AWUMNOTHO OBALULEKILE 30.04.2019 6:56
Sikhuluma no Gugulethu Xaba nge ningizumu Africa isingene emgqigqweni wokunxenxa amanye amazwe ukuthi atshale izimali lapha eMzansi, sikhuluma ngama diamond njengoba ewumnotho obalulekile..ISIDLOSASEKUSENI
MOTIVATION_STHEMBISO ZONDO - Vuka uzithathe njengenkawu 29.04.2019 6:59
Sikhuluma ngokuhluleka nokuqala kabusha....Zondo "Ukuhluleka kuyingxenye yempilo, inkawu iwumpetha wesihlahla kodwa iyawa bese iyavuka iqhubeke..ISIDLOSASEKUSENI
EZASEXHIBENI_NO DR MBATHA 26.04.2019 11:59
Sibheka imvelaphi yamagama esesijwayele ukuwasebenzisa kodwa singayazi imvelaphi yawo nokukhuluma isizulu okungesona isibonelo IMVULA VS IZIMVULA ngokwesizulu akushiwo ukuthi IZIMVULA kusho u Dr Mbatha lalela uzwe incazelo. #ISIDLOSASEKUSENI
GUMBOOT DANCE(ISICATHULO) SA DANCE 26.04.2019 10:51
Group called Crocodile Gumboots dance leli yiqembu elasungulwango 1970 ubaba uZondi owazalwa ngo 1950 osaphila naye obezifikele mathupha besivakashele njengoba belungiselela ukuya kwi tour yabo eseMelika. Basidlalelile e studio bukhoma bashaya into ecokeme nehlukile lalela uzizwele #ISIDLOSASEKUSENI
YAZI IMVELAPHI YAKHO 24.04.2019 8:19
Sithi yazi imvelaphi yakho uTshatha udlala no Anele Zulu, lalela uzwe ukuthi ubani onqobile kodwa u Anele usola uMalume uTshatha ngokumrobha. #ISIDLOSASEKUSENI
EZOMTHETHO_ABAXAKWE ZIKWELETU 24.04.2019 9:05
ADV: SBUSISO MLONDO : Uyakwazi yini ukusikhokhela usivale isikweletu sakho uma uthola imali uma ungaphansi kwe debt review, malini imali ethathwa I debt councilor ? #ISIDLOSASEKUSENI
EZASEXHIBENI_ISIZULU SANGEMPELA 23.04.2019 9:51
DR MBATHA "Kunamagama EsiZulu esiwasebenzisa ngendlela okungeyona isibonelo Impilo Vs Izimpilo" #ISIDLOSASEKUSENI
MOTIVATION STHEMBISO ZONDO_AMANDLA OKUZIKHULULA AKUWE 23.04.2019 7:47
Sthembiso Zondo "Abantu bazibophile bona, Kuma relationship. Obobathanda abantu futhi ubahloniphe kodwa ungabathembi futhi ungabasabi". #ISIDLOSASEKUSENI
Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.