ukhozi fm

Ukhozi Breakfast

Vee Mthembu and Mroza

Author

ukhozi fm

Category

Technology

Podcast website

www.ukhozifm.co.za

Latest episode

Apr 7, 2026

Where to listen?

Podcasts in the app Replaio Radio Coming soon

Podcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts

Get it on Google Play Install for free Android 5M+ downloads · 4.8 rating iOS soon

Episodes

Ezomnotho no Gugulethu Xaba - Ukufuywa koNogwaja - #ISIDLOSASEKUSENI 27.08.2019

DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

Besikhuluma no Dr Sibongile Zungu nge NHI usichazele kabanzi ngayo 26.08.2019

DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

Hlaziya ipolitiki no Nhlanhla Mtaka_Sibheka ubuholi obusha be IFP 26.08.2019

Siphila ezweni lapho abantu bengakwazi ukuphikisana ngoba abazi vele. #ISIDLOSASEKUSENI

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Izinto eziqinisa umuntu wesifazane 26.08.2019

Umhlaba unje abantu abangenawo umsamu, wonke umuntu akabe nendawo adonsa kuyo #ISIDLOSASEKUSENI

Umhlaziyi ozimele uNhlanhla Mtaka uhlaziya ngezinguquko zobuholi komasipala abathile be ANC nangengqungquthela ye IFP 23.08.2019

Lezizinguquko ziphumaphi futhi zisho ukuthini. #ISIDLOSASEKUSENI

Besikhuluma nowesifazane osemncane U Nonjabulo Mdunge AKA Maka Pinky oshayela ama truck owafeyila kawu 7 22.08.2019

Uyisibonelo kwabanye besifazane abasheshe baphonse ithawula, izinselelo azimenzanga waphelelwa amandla. #ISIDLOSASEKUSENI

Phila neSidlo Sasekuseni : Ukubaluleka kokuhlola isimosakho sempilo njengomuntu wesifazane noDr Wendy 20.08.2019

Phila neSidlo Sasekuseni : Ukubaluleka kokuhlola isimosakho sempilo njengomuntu wesifazane noDr Wendy . #ISIDLOSASEKUSENI

Hlaziya ipolitiki no Nhlanhla Mtaka_Izimali ezibe umnikelo kumkhankaso ka CR17 wokhetho 19.08.2019

Kuvele ukuthi kukhona amanye amalungu amaqembu epolitiki athola imali kumkhankaso CR17 wokhetho nezinye zezintatheli ziyathinteka. #ISIDLOSASEKUSENI

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Izinto eziqinisa zakhe abesifazane 19.08.2019

Ungabizwa ngembokodo kanti uyigabade, kuyokusiza ukuba nomuzwa wesithupha uzokwazi ukuzwa umuntu othi uyakuthanda kanti udlala ngawe. #ISIDLOSASEKUSENI

Besikhuluma nabadayisa ngocansi 19.08.2019

Izingqinamba ababhekana nazo emsebenzini wabo. #ISIDLOSASEKUSENI

YAZI NGELUNGELO LAKHO, bewazi ukuthi ungamncisha ungcine la uthanda khona? 15.08.2019

Ushadile noma awushadile unelungelo lokungazibandakanyi nothandana naye ocansini isikhathi esithandwa nguwe. #ISIDLOSASEKUSENI

Abantu besilisa abadlisa abesifazane abathandana nabo 15.08.2019

Sebebaningi abesilisa abadlisa intando abantu besifazane , bathi basuke bakha imizi yabo, sikhulume noMakhosi u Gudlulwandle. #ISIDLOSASEKUSENI

Hlaziya Ipolitiki no Nhlanhla Mtaka : Iminikelo Yomkhankaso kaCR17 / Mayor Zandile Gumede 12.08.2019

Besihlaziya ipolitiki noNhlanhla Mtaka sikhuluma ngodaba lukaAdv Mkhwebane nombiko wakhe mayelana nezethulo azenza ePhalamende mayelana neminikileo yomkhankaso weCR17. Siphinde sabheka nodaba lukaMayor weTheku uZandile Gumede. #isidlosasekuseni

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Iningi labantu besifazane bahlukumezekile futhi balimele 12.08.2019

Abantu besifazane abalimalanga empini kodwa balimale othandweni, akahlukunyezwanga isitha kodwa ulimale othandweni #ISIDLOSASEKUSENI

Sikhulume nowesifazane osemncane oneminyaka ewu 23 onesandulela ngculazi 09.08.2019

Wazi ukuthi unesandulela ngculazi ethi uziyela emtholampilo eyele enye into. #ISIDLOSASEKUSENI

Ezobuchwepheshe nezezimoto_Besivakashelwe owesifazane oyi Automotive Mechanic 08.08.2019

uNokuthula Mnguni usichazele kabanzi ngokuba umakhenikha wezimoto engowesifazane. #ISIDLOSASEKUSENI

Yazi Ngelungelo lakho ADV Mlondo_Sibheka indaba yokuboshwa 07.08.2019

Umthetho olawula ukuthi uboshwa nini futhi iyiphi imithetho okumele ilandelwe. #ISIDLOSASEKUSENI

Inyanga Yembokodo abesifazane abasebenza e renke yamatekisi 07.08.2019

Besikhuluma nabesifazane abasebenza e renke omunye ungu driver omunye uyapheka basixoxele ukuthi kunjani ukusebenza khona. #ISIDLOSASEKUSENI

Ezomnotho no Gugulethu Xaba_Ngezisombululo zokubhekana nezinga labantu abangasebenzi emzansi 06.08.2019

Besikhuluma ngezisombululo zokubhekana nezinga labantu abangasebenzi emzansi. #ISIDLOSASEKUSENI

Phila nesidlo sasekuseni iyini i Pre and Postnatal depression 06.08.2019

Sikhulume no dokotela u Sandile Mshengu esichazela kabanzi. #ISIDLOSASEKUSENI

Ungena kanjani kwibhizinisi lezindlu 06.08.2019

Besikhuluma no Samke Mhlongo osemkantshubomvu kwibhizinisi lezindlu, usiphe amasu okuphumelela kwi property business. #ISIDLOSASEKUSENI

Isihloko Sosuku_Ukubuyiselwa kwamalobolo 05.08.2019

Sikhulume no Molo Simelane esikhanyisela ukuthi liyabuyiselwa yini ilobolo emuva, kwenziwa kanjani lithini isiko.

Hlaziya Ipolitiki no Nhlanhla Mtaka_Kupenda sthombe sini okwenzeke e Goli phakathi kwamaphoyisa nabadayisa emgwaqeni 05.08.2019

Nhlanhla Mtaka kwamanye amazwe awukwazi ukuvula ibhizinisi ungasiye owakhona kunemithetho elandelwayo...kusho uMtaka

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_ Sisemseni wabantu besifazane 05.08.2019

Sisemseni wabantu besifazane singamadoda

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Khula ndoda 31.07.2019

Ungawenzi amaphutha obufana ube uyindoda ngoba awaxoleleki kalula #ISIDLOSASEKUSENI

Listen to the Ukhozi Breakfast podcast in Replaio

Radio and podcasts in one app - free, with no sign-up. Install today and do not miss the launch

Get it on Google Play

Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.