ukhozi fm
Ukhozi Breakfast
Vee Mthembu and Mroza
Where to listen?
Podcasts in the app Replaio Radio Coming soonPodcasts are coming to the app soon. Install now and be the first to see a whole new take on podcasts
Episodes
#Ukhozifmvabs:Ingxoxo ekhethekile no DJ Zinhle. 09.08.2024 9:16
#Ukhozifmvabs:Ingxoxo ekhethekile no DJ Zinhle.
#UkhozifmVabs :Namhlanje siqeda iminyaka engu-68 abesifazane bakuleli bamashela e-Union Buildings, ePitoli. Abantu besifazane ababalelwa ku 20-thousand babephikisana nokuphathwa kwamapasi ngabantu abamnyama ngesikhathi bethelwa ngoyaba ngamaphoyisa obandl 09.08.2024 13:39
#UkhozifmVabs :Namhlanje siqeda iminyaka engu-68 abesifazane bakuleli bamashela e-Union Buildings, ePitoli. Abantu besifazane ababalelwa ku 20-thousand babephikisana nokuphathwa kwamapasi ngabantu abamnyama ngesikhathi bethelwa ngoyaba ngamaphoyisa obandlululo. Ukubungaza usuku lwanamhlanje sithe asikhulume no-Nosipho Siwisa Damasane ongumholi kwezamabhizinisi aphinde abe umbhali wezincwadi zobuho...
#Ezweni Sakhile :Namhlanje sikhuluma no Thembi Mkhize owathunjwa izinsuku ezintathu waphinde wadlwengulwa emva kokuphendula i-post yakwa Facebook eyayikhangisa umsebenzi. Lesehlakalo esenzeka ngonyaka ka 2021 sabikwa emaphoyiseni kodwa namanje umenzi wobu 06.08.2024 19:44
#Ezweni Sakhile :Namhlanje sikhuluma no Thembi Mkhize owathunjwa izinsuku ezintathu waphinde wadlwengulwa emva kokuphendula i-post yakwa Facebook eyayikhangisa umsebenzi. Lesehlakalo esenzeka ngonyaka ka 2021 sabikwa emaphoyiseni kodwa namanje umenzi wobubi usachanasa ngaphandle. U-Thembi oneminyaka engu 42 ungowase Mzinto kodwa uzinze eLamonti eThekwini.
#Vuka uqondekabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Ungwengwezi lokugcina lomoya oluzungeze umhlaba (troposphere) 05.08.2024 6:41
#Vuka uqondekabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Topic: Ungwengwezi lokugcina lomoya oluzungeze umhlaba (troposphere)
#Ukhzifmvabs:Yize iningi lizishayela ihlombe izenzo zamaphoyisa zokubulala abasolwa kodwa kukhona imibono ephambene nalokhu. Lemibono evela kongoti abahlukahlukene iqhakambisa ukuthi ubufakazi neqiniso bufa nabo abasolwa kanti namacala awasafiki enkantolo 05.08.2024 12:34
#Ukhzifmvabs:Yize iningi lizishayela ihlombe izenzo zamaphoyisa zokubulala abasolwa kodwa kukhona imibono ephambene nalokhu. Lemibono evela kongoti abahlukahlukene iqhakambisa ukuthi ubufakazi neqiniso bufa nabo abasolwa kanti namacala awasafiki enkantolo okuyiyona nhloso yobulungiswa. Ngokwembiko babalelwa ku 40 abasolwa asebebulawe amaphoyisa kusukela ngo April kulonyaka. Kanti ngokukakhomishana...
#UkhozifmVabs :Namhlanje sikhuluma ngabantu aba single kodwa beshadile. Kulezizimo uthola ukuthi labashadikazi basahlala ndawonye kodwa inhlansi yothando ayisekho, noma omunye athi usapholisa ikhanda. Usuke wadlula kulesimo noma ukulesimo njengamanje? Nga 02.08.2024 6:03
#UkhozifmVabs :Namhlanje sikhuluma ngabantu aba single kodwa beshadile. Kulezizimo uthola ukuthi labashadikazi basahlala ndawonye kodwa inhlansi yothando ayisekho, noma omunye athi usapholisa ikhanda. Usuke wadlula kulesimo noma ukulesimo njengamanje? Ngabe iziphi izizathu ezisakuhlalisile? Ngabe usaziphatha njengomuntu oshadile noma uvumelekile ukwenza umathanda?
#Ukhozifmvabs :Sithe asiqale inyanga yabesifazane ngokukhuluma no Solwazi Nokuthula Sibiya oqophe umlando ngokuqokwa njengowesifazane owokuqala esikhundleni sokuba yiPhini lika Shansela e-Mangosuthu University of Technology. USolwazi Sibiya ongowokudabuka 01.08.2024 13:39
#Ukhozifmvabs :Sithe asiqale inyanga yabesifazane ngokukhuluma no Solwazi Nokuthula Sibiya oqophe umlando ngokuqokwa njengowesifazane owokuqala esikhundleni sokuba yiPhini lika Shansela e-Mangosuthu University of Technology. USolwazi Sibiya ongowokudabuka elokishini eMlazi okuyindawo eyakhele le nyuvesi, uqokelwe kulesi sikhundla emva kwamasonto ebambe kuso.
#UkhozifmVabs :Sikhuluma ngezingqinamba othisha ababhekana nazo ezikoleni kulandela izigameko zakamuva esizibone zibeka izimpilo zothisha kanye nabafundi engcupheni. Kwisigameko sokuqala kubikwa ukuthi kugasele izigilamukhuba esikoleni saKwaMashu ezintsho 01.08.2024 9:15
#UkhozifmVabs :Sikhuluma ngezingqinamba othisha ababhekana nazo ezikoleni kulandela izigameko zakamuva esizibone zibeka izimpilo zothisha kanye nabafundi engcupheni. Kwisigameko sokuqala kubikwa ukuthi kugasele izigilamukhuba esikoleni saKwaMashu ezintshontshe imali yothisha. Khona kulelisonto kudutshulwe uthisha washona esikoleni esise Ntuzuma. Kanti esifundazweni sase Eastern Cape kusabalale i-v...
#UkhozifmVabs:Uyaqhubeka umsindo mayelana nodaba oluthinta lowo ongenele u-Miss SA u-Chidimma Adetshina okubikwa ukuthi abazali bakhe akubona abase Ningizimu Afrika. Ngesonto eledlule sike sazama ukuthola uMnyango wezaseKhaya ukusichazela ukuthi yini eyen 31.07.2024 13:08
sikhuluma ne phini lika Ngqongqoshe uMnuz Njabulo Nzuza
#Ezwenisakhile :Sikhuluma no Ntombikayise ozosichazela ngesimo aphila ngaphansi kwaso. 30.07.2024 7:53
#Ezwenisakhile :Sikhuluma no Ntombikayise ozosichazela ngesimo aphila ngaphansi kwaso.
#Vuka Uqonde Kabanzi Ngokuguquguquka Kwesimo Sezulu Thandiwe Gumede: Urban heat Island 29.07.2024 8:00
#Vuka Uqonde Kabanzi Ngokuguquguquka Kwesimo Sezulu Thandiwe Gumede:Urban heat island
#Ukhozifmvabs : Dr Zama Mtshali-Dlamini :Namhlanje sibheka udaba lokukhulelwa kwabafundi kulandela isehlakalo esenzakale e-Limpopo lapho umfundi oneminyaka engu 16 ebelethele ethoyilethi lase sikoleni. Lomfundi waka Grade 10 ubelethe ingane singakafiki is 29.07.2024 15:30
#Ukhozifmvabs : Dr Mtshali-Dlamini :Namhlanje sibheka udaba lokukhulelwa kwabafundi kulandela isehlakalo esenzakale e-Limpopo lapho umfundi oneminyaka engu 16 ebelethele ethoyilethi lase sikoleni. Lomfundi waka Grade 10 ubelethe ingane singakafiki isikhathi kanti ubeyedwa ngenkathi kwenzeka lesehlo. Izibalo zakwa Stats SA ziveza ukuthi abafundi bakuleli abangu 150-thousand abaneminyaka esukela ku...
#Vuka Uqonde Kabanzi ngezomnotho no Gugu Xaba ukubaluleka kwebhizinisi lomndeni 24.07.2024 10:33
#Vuka Uqonde Kabanzi ngezomnotho no Gugu Xaba ukubaluleka kwebhizinisi lomndeni
Replaio is not a podcast publisher; show names, artwork and audio belong to their authors and are distributed through public RSS feeds.